October 30, 2026
Ube yimpumelelo umkhankaso wamaphoyisa wokulwisana nezibhamu ezingekho emthethweni,eMsinga
UBE yimpumelelo umkhankaso wamaphoyisa wokulwisana nokuphathwa kwezibhamu ezingekho emthethweni. Lokhu kulandelwa ukuthi kuboshwe umsolwa oneminyaka engu-65 kwashaqwa izibhamu ezimbili eMfulamunye,…
October 30, 2026
Uhulumeni usejube ukuthi kuphenywe ngezinsolo zokunqatshelwa kwabafundi ukuba babhale isifundo i-Accounting, eNtwentle
UNGQONGQOSHE weZemfundo KwaZulu-Natal,uMnuz Sipho Hlomuka, usejube ukuthi kwenziwe uphenyo oluphuthumayo lokhu kulandela izinsolo ezithi abafundi banqatshelwe ukuba babhale izivivinyo zephepha…
October 30, 2026
Usheshe wafika uNcibijane kwizakhamizi ezakhahlanyezwa zikhukhula ngonyaka u-2022,eThekwini
USHESHE wafika uNcibijane (early Christmas present), kwizakhamizi ezingu-113 , zinikezelwa ngezindlu eCornubia ngaphansi kohlelo olwaziwa ngokuthi,yiCornubia Housing Programme,eThekwini izolo mhlaka…
October 29, 2026
Uhulumeni ugxeke isenzo zokusetshenziswa kwenduku kujeziswa umfundi,eDanny Dalton
UNGQONGQOSHE weZemfundo KwaZulu-Natal, uMnuz Sipho Hlomuka , usegxeke izinsolo zesigameko sokujeziswa ko mfundi ngokuthi ashaywe nguthishanhloko ngenduku (corporal punishment), esikoleni…
October 29, 2026
UMasipala waseNewcastle usekhiphe isimemezelo esithi ukuphakelwa kwamanzi sekubuyele esimeni esejwayelekile
UMASIPALA waseNewcastle eNyakatho neKwaZulu-Natal , usekhiphe isimemezelo sokuthi ukuphakelwa kwamanzi sekubuyele esimeni esijwayelekile. Lokhu kulandelwa uhlelo lokuphazamiseka (shutdown), kokuphakelwa kwamanzi…
October 16, 2026
Kuvulwe ngokusemthethweni isikole samabanga aphansi esiseqophelweni eliphezulu,eKing Cetshwayo
KUVULWE ngokusemthethweni isikole samabanga aphansi i-Siyakhanya Primary School, endaweni iZidedele engaphansi kwesiFunda i-King Cetshwayo, esiseqophelweni eliphezulu ngoLwesine (izolo), mhlaka 15…
October 16, 2026
Uhulumeni usigxekile isigameko sokubulawa kwamavolontiya kaKhongolose,eThekwini
UNDUNANKULU esiFundazweni saKwaZulu-Natal uMnuz Thamsanqa Ntuli usigxekile isigameko sokubulawa kwamavolontiya amabili e-African National Congress (ANC), adutshulwe abulawa eMgababa,eThekwini, izolo mhlaka…
October 16, 2026
Uhulumeni wendlulise amazwi enduduzo emndenini wakwaShozi kukhothama Inkosi,eThekwini
UNGQONGQOSHE wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal (Cogta), uMfu Thulasizwe Buthelezi, wendlulise amazwi enduduzo emndenini wakwaShozi lokhu kulandelwa ukundlula emhlabeni kwe-Inkosi…
October 16, 2026
Uhulumeni uvakashesle isiteshi samaphoyisa saseMondlo
UNDUNANKULU waKwaZulu-Natal uMnuz Thami Ntuli ehambisana noNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal (Cogta), uMfu Thulasizwe Buthelezi, bavakashele isiteshi samaphoyisa esiseMondlo,…
October 16, 2026
Kuboshwe abasolwa abahlanu kwashaqwa izibhamu ezinhlanu, izinhlamvu,eMsinga
KUBOSHWE abasolwa abahlanu, beboshelwe amacala okubalwa kuwo awokubulala, ukuzama ukubulala kanye nawokutholakala nezibhamu ezingekho emthethweni kanye nezinhlamvu,endaweni i-Mahlaba,eNhlanhleni,eMsinga ngoLwesithathu mhlaka…




