LANA ngamaphoyisa asOsizweni ngenkathi bekugujwa usuku lwe World AIDS Day
AMAPHOYISA asOsizweni enze okuhlukile ngenkathi bekugujwa usuku olibizwa nge-World AIDS Day. Kuvelile ukuthi lamaphoyisa akulesiteshi esibalulwe ngenhla wona ebephume umkhankaso wokuwqashisa ngalesifo futhi ephinde esabalalisa anamapheshana okuqwashisa ngalesifo. Lamaphoyisa abehambisana ne Community Policing Forum (CPF), Kanye ne-Youth Desk kanti baphinde baqwashisa nagezidakamizwa. UWO Zondi ngyena obehola lomkhankaso. Baphinde bahambela nendawo yase-Invernes, lapho bekukhona neNkosi yakwaKubheka kanye nenduna uMnu Dladla. UWO Zondi uphinde waklonyeliswa ngesitifiketi zokusebenza ngokuzimisela Kanye nokuzikhandla.