Wednesday, July 16, 2025
DONATE
PROFILE
  • Login
  • Register
No Result
View All Result
Izwi Lomphakathi Newspaper
ADVERTISEMENT
  • Home
    • Advertise
    • Rate Card
  • Community
  • Crime
  • News
    • Provincial
    • National
    • Politics
  • Entertainment
    • Events
  • Sports
    • Schools Sports
    • Club Sports
  • About Us
    • Terms & Conditions
    • Privacy Policy
Subscribe
  • Home
    • Advertise
    • Rate Card
  • Community
  • Crime
  • News
    • Provincial
    • National
    • Politics
  • Entertainment
    • Events
  • Sports
    • Schools Sports
    • Club Sports
  • About Us
    • Terms & Conditions
    • Privacy Policy
No Result
View All Result
Izwi Lomphakathi Newspaper
No Result
View All Result
Home Letter Community

I-Hollywoodbets Super League kanye neLALIGA, bafisa ukwazisa abantu ngokuthi luhamba kanjani uqeqesho

by Langelihle Chagwe
February 5, 2024
in Community
Reading Time: 2 mins read
A A
0
I-Hollywoodbets Super League kanye neLALIGA, bafisa ukwazisa abantu ngokuthi luhamba kanjani uqeqesho
Share on FacebookShare on Twitter
ADVERTISEMENT

I-HOLLYWOODBETS kanye neLALIGA , yaseSpain, bafisa ukwazisa izakhamuzi zaseSouthi Africa ukuthi abadlali  abane beHollywoodbets South Africa Super League 2022, baqhubeka kanjani nokuzilolonga neVillareal CF.  Labadlali abane baqeda kundizela phesheya kwezilwandla lapho beyothola khona uqeqesho nkanye nesipiliyona. UBoitumelo Rabale, Nthabiseng Majiya, Nompumelelo Nyandeni kanye  no Katlego Moletsane , yibona abaqokwa ukuba bayozilolonga neqembu i-Villareal nokuthola isipiliyone lweSpanish Football kanye nesikompilo yakuleliyazwe. Laba abane bafika mhlaka 27 January 2024, kuleliyazwe eselibalulwe ngenhla, beyozilolonga neqembu labesifazane lase-Spain , baphinde bacobelele ulwazi lokdlala ibhola likanobhutshuzwayo. “ Labadlali bazophinde bathola ithuba lokuvakashela indawo Estadio de la Ceramica  okuyinkundla eneminyaka engu-100 yaba khona,” kusho uNksz Kuhle Mkize , oyiHollywoodbets PR and Communications Manager. Uqhube wathi ngoba besekuhambeni lapho beyoqeqeshwa khona , bazophinde bathole ithuba lokuthi bahlangane nomdlali  webhola likanobhutshuzwayo labesilisa uMnu Eric Bailly weVillareal first team, ongowokudabuka e-Ivory Coast. UMnu Baily ujabule kakhulu ngokuba ezohlangana nabadlali base-South Africa, othe kuye koba injabulo ukuhlangana nabadlali besifazane base South Africa. Uqhube wathi iVillareal iyiqembu elihamba phambili eSpain. Uqhube wathi uBailly esitatimendeni yona ujabule kakhulu ukuthi azohlangana nabadlali base-Afrika , besesi Spain, bethola ukuvelele kulelizwe. UNthabiseng uthe ujabule kakhulu ngokuthi athole ukuthatha loluhambo. “ Ngijabule kakhulu ukuthi ngibe inxenye yaloluhamba oluhlabahlosile kangaka, “ kusho yena, eqhuba ethi, ukuvakashela kuleliyazwe nokuthi ngithole lesipiliyona kungenza ngijabule kakhulu.UMnu Morgan Shandu oyiHead of Operations e-Hollywoodbets uthe bona njenhlangano yokugembula bayakujabulela ukuthi ngokubeka noma ukuqinisekisa ukuthi bayatshala kubantu besifazane abadlala ibhola likanobhutshuzwayo. Uthe bona bayajabula kakhulu ukuba yinxenye yabantu besifazane baseSouth Africa, ngoba bathatha ibhola lezinyawo  lesifazane balibeka kwelinye izinga. “ Loluhambo lungolubaluleke kakhulu, kanti nokubambisana kweHollywoodbets kanye neLALIGA, kuhle kakhulu,” esho. Eqhuba ngokuthi kuyithuba elingajwayelekile leli, nokuveza amakhono kwabesifazane abasebancane. Uthe leli thuba liyigqayisivele ukuvumbulula amakhono.

Langelihle Chagwe

Langelihle Chagwe

Izwi Lomphakathi Newspaper is 100 percent in IsiZulu and it was established immediated when the killer dicease Covid 19 plaqued the Globe. Publisher is an experienced Journalist with more than 21 years experience in the media fraternity. Publisher had worked for various newspapers such as The New Age,Daily Sun, Sowetan, Northern Natal Courier and other community newspapers. It aimed in promoting reading and to disseminate informatio or to inform the community at large about the news that is happening around them. It also aimed at promoting the culture of going back to basics and promote the reading using indigenous languages which is now fading. Going online will also help to educate, inform the public about news happening around them and nationally.

Related Posts

Uhulumeni usekuqinisekisile ukuthi sebekhokhelwe abasiza ezikoleni abangu-124 000

by Langelihle Chagwe
July 15, 2025
0
3

UMNYANGO wezeMfundo eyisiSekelo (Department of Basic Education), usukuqinisekisile ukuthi abasiza ezikoleni abangu-124 000 sebekhokheliwe imihlomulo yabo. Kubikwa ukuthi lenkokhelo yenzeke...

Kusale dengwane abangu-200 kusha imijondolo eDakota, eSiphingo

Kusale dengwane abangu-200 kusha imijondolo eDakota, eSiphingo

by Langelihle Chagwe
July 11, 2025
0
3

ISALE injena imijondolo eDakota.Izithombe. ZITHUNYELWE KUSALE dengwane izakhamizi ezingu-200 kusha imijondolo e-Dakota, eSiphingo, eThekwini, kuWadi-90. I-KwaZulu-Natal Provincial Disaster Management Centre...

Amathimba ezimo eziphuthumayo ayalekelela emijondolo eshile i-Dakota, eSipingo

by Langelihle Chagwe
July 8, 2025
0
3

AMATHIMBA ezimo eziphuthumayo (KWAZULU-Natal Provincial Disaster Management Centre, phecelezi  (PDMC), isiqalile ihlanganisa usizo oluzonikezelwa  emindenimi ekhahlamezekile ngesikhathi kusha imijondolo eDakota,...

Uhulumeni uqwashisa izakhamizi ngokulala nezimbawula

by Langelihle Chagwe
July 3, 2025
0
3

UNGQONGQOSHE wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal uMfu Thulasizwe Buthelezi usekhiphe isexwayiso sokuthi izakhamizi aziqikelele ukuthi azilali nezimbawula njengoba kuyisizini yasebusika...

Awukho umuzi ongenayo indlu yangasese

Ilahlisa ithemba ngendlela imfundo yethu ehleleke ngayo

by Langelihle Chagwe
July 1, 2025
0
3

NGU- DOKOTELA VUSI SHONGWE AMATHEMBA okuthi sogcina siyizuzile inkululeko ephelele ezweni lethu ancipha nsukuzonke. Umonakalo owadalwa izinhloso zobaba wobandlululo uDokotela...

Wemukele ubizo lwabadala lokusiza abantu owesifazane wase Springbok, eDannhauser

Isikole samabanga aphansi Ingwe zizidlele amahlanga emculweni wamakwaya, eNewcastle

by Langelihle Chagwe
June 21, 2025
0
3

NGUTHISHANHLOKO uMnuz Sfiso Ngobese, uthishela oculisayo uMnuz Nhlamvu Buthelezi kanye nezingane zesikole. Isithombe.SITHUNYELWE ISIKOLE samabanga aphansi esisemakhaya esizinze endaweni yaseBhalanki...

Recommended

Kuboshwe abane kwashaqwa isibhamu nezidakamizwa eDundee

Kuboshwe abane kwashaqwa isibhamu nezidakamizwa eDundee

9 months ago
3

Kusale enkundleni abayisithupha betholene phezulu namaphoyisa ngenganono, kwashaqwa izibhamu

1 year ago
3

About Us

Izwi Lomphakathi Newspaper

Izwi Lomphakathi Newspaper is 100 percent in IsiZulu and it was established immediated when the killer dicease Covid 19 plaqued the Globe. Publisher is an experienced Journalist with more than 21 years experience in the media fraternity. Publisher had worked for various newspapers such as The New Age,Daily Sun, Sowetan, Northern Natal Courier and other community newspapers.

Associations

Category

Socials

Newsletter

  • About
  • Advertise
  • Subscribe
  • Contact
  • Terms & Conditions
  • Privacy Policy
  • Cookie Policy (ZA)

© 2023 Izwi Lomphakathi Initiative is offered by SANEF

No Result
View All Result
  • Politics
  • Municpality
  • Local Business
  • Provincial
  • National
  • Entertainment
  • Events
  • Schools
  • Announcements
  • Sports
  • Community
  • Letter
  • Crime
  • People
  • Local Heros
  • Food

© 2023 Izwi Lomphakathi Initiative is offered by SANEF

Welcome Back!

Login to your account below

Forgotten Password? Sign Up

Create New Account!

Fill the forms below to register

All fields are required. Log In

Retrieve your password

Please enter your username or email address to reset your password.

Log In
Manage Cookie Consent
We use technologies like cookies to store and/or access device information.
Functional Always active
The technical storage or access is strictly necessary for the legitimate purpose of enabling the use of a specific service explicitly requested by the subscriber or user, or for the sole purpose of carrying out the transmission of a communication over an electronic communications network.
Preferences
The technical storage or access is necessary for the legitimate purpose of storing preferences that are not requested by the subscriber or user.
Statistics
The technical storage or access that is used exclusively for statistical purposes. The technical storage or access that is used exclusively for anonymous statistical purposes. Without a subpoena, voluntary compliance on the part of your Internet Service Provider, or additional records from a third party, information stored or retrieved for this purpose alone cannot usually be used to identify you.
Marketing
The technical storage or access is required to create user profiles to send advertising, or to track the user on a website or across several websites for similar marketing purposes.
Manage options Manage services Manage {vendor_count} vendors Read more about these purposes
View preferences
{title} {title} {title}