Wednesday, July 16, 2025
DONATE
PROFILE
  • Login
  • Register
No Result
View All Result
Izwi Lomphakathi Newspaper
ADVERTISEMENT
  • Home
    • Advertise
    • Rate Card
  • Community
  • Crime
  • News
    • Provincial
    • National
    • Politics
  • Entertainment
    • Events
  • Sports
    • Schools Sports
    • Club Sports
  • About Us
    • Terms & Conditions
    • Privacy Policy
Subscribe
  • Home
    • Advertise
    • Rate Card
  • Community
  • Crime
  • News
    • Provincial
    • National
    • Politics
  • Entertainment
    • Events
  • Sports
    • Schools Sports
    • Club Sports
  • About Us
    • Terms & Conditions
    • Privacy Policy
No Result
View All Result
Izwi Lomphakathi Newspaper
No Result
View All Result
Home Letter Community

Inhlangano yokugembula i-Hollywoodbets yethule amaxusa awo

by Langelihle Chagwe
April 19, 2024
in Community
Reading Time: 2 mins read
A A
0
UNgqongqoshe uvakashele abashelwe imikhukhu ewu-200 e-Stellenbosch
Share on FacebookShare on Twitter

INHLANGANO yokugembula i-Hollywoodbets  ijabule kakhulu emva kokwethula  amanxusa ayo (Brand Ambassdor), u-Eben kanye no Anlia Etzebeth, abashadikazi abezokwenza umehluko ekulenhlangano esibalulwe ngenhla. Kuvelile ukuthi uAnlia unguzime wase South Africa ohlonishwayo ophinde avele komabona kude, olingisa uSasha Richter ochungechungeni lomdlalo othandwayo  “ Getroud Met Rugby. Kuphinde kwavela ukuthi  uphinde avele emdlalweni emhlabeni wonke obizwa ngokuthi HBO,s “Raised by Wolves kanye ne spine-chilling horror film “ The Last Sacrament,  “ Ngaphandle  kokuba nguzime uphinde acule ngasemuva  (backround in musical theatre), esitegi esibizwa nge Anlia Star,” kusho okhulumela lendwao yokugembula uNksz Kuhle Mkhize. Uqhube wathi kuyintokozo enkulu kubona ukuthi abeyinxenye yalendawo yokugembula ngoba efaka ezokuncwebeleka kanye nesport  and betting. “ Ngiyajabula kakhulu ukuba yingxenye yalendawo ngihambisana nomyeni wami uMnu Eben, ukuba ngimele lenhlangano esibalulwe ngenhla. Kuvelile ukuthi uMnu Ebeni Etzebeth yena uke wanqoba  Double Rugby World Cup engumdlali owawina  ebizwa ngokuthi Elizabedi edlale iqembu lase South Africa lombhoxo emele i-Hollywoodbets Sharks endaweni United Rugby Championship. Uze nokuvelela kwakhe njenge Athlete  lapha kuPurple Brand, kanti futhi unamacap awu-100, edlalela iNation Team kuma World Cup amabili enqoba izicoco namankomishi, lapho aphinda wanqoba esokuba umdlali wonyaka (SA Rugby Player of the year. Uqhube wathi uMnu Eben uyakujabulela ukuthi yena nonkosikazi wakhe Anlia bajoyine i-Hollywood, ukuzothokozisa abalandeli babo abakhonzile kakhulu, njengo mdlali wesizwe ovelele futhi uyakujabulela ukuba  semndenini wePurple.  “ Ukujoyina kwethu i-Holllywoodbets kunesasa elikhulu,” kusho yena. Uqhube wathi uthokoze kakhulu ukuba yinxenye yamanxusa e-Hollywoodbets. “ Siyathokoza kakhulu ngokujoyinwa  u-Anlia kanye no-Eben njengoba siyamazi ukuthi wayengumpetha kebholeni lombhoxo, ehambisana nonkosikazi wakhe osebalulwe ngenhla,” kusho uHollywoods Brand and Communications Manager, uMnu Devin Heffer. Uthe ukuba khona kwabo kuzokwethula amathalente baphinde baphinde baphakamise lenhlangano yezokugembula. “Sinethemba lokuthi sizohamba ibanga elide sibambisene nabo,” kusho yena. Uthe njengoba siqhubeka sithokozisa  umphakathi kanye nezemidlalo webhola likanobhutshuzwayo (entertainment and sports betting), lokhu kuzovula ikhasi Elisha kithi nakubona njengoba sebeyinxenye yethu. UNkk Anlia kanye no Mnu Eben Etzebeth bayikilabhu ebalulekile kakhulu kuthina njengenhlangano njengoba bezoba amanxusa  ethi (Hollywoodbets Brand Ambassadors), kanti bona bazojoyina umnu Robert Marawa,  carol Tshabalala, Vernon Philander, Anthony  delpech, Odwa kanye no Akhona Ndungwane, Jerry Sikhosane kanye no-Brian Baloyi.

ADVERTISEMENT
Langelihle Chagwe

Langelihle Chagwe

Izwi Lomphakathi Newspaper is 100 percent in IsiZulu and it was established immediated when the killer dicease Covid 19 plaqued the Globe. Publisher is an experienced Journalist with more than 21 years experience in the media fraternity. Publisher had worked for various newspapers such as The New Age,Daily Sun, Sowetan, Northern Natal Courier and other community newspapers. It aimed in promoting reading and to disseminate informatio or to inform the community at large about the news that is happening around them. It also aimed at promoting the culture of going back to basics and promote the reading using indigenous languages which is now fading. Going online will also help to educate, inform the public about news happening around them and nationally.

Related Posts

Uhulumeni usekuqinisekisile ukuthi sebekhokhelwe abasiza ezikoleni abangu-124 000

by Langelihle Chagwe
July 15, 2025
0
3

UMNYANGO wezeMfundo eyisiSekelo (Department of Basic Education), usukuqinisekisile ukuthi abasiza ezikoleni abangu-124 000 sebekhokheliwe imihlomulo yabo. Kubikwa ukuthi lenkokhelo yenzeke...

Kusale dengwane abangu-200 kusha imijondolo eDakota, eSiphingo

Kusale dengwane abangu-200 kusha imijondolo eDakota, eSiphingo

by Langelihle Chagwe
July 11, 2025
0
3

ISALE injena imijondolo eDakota.Izithombe. ZITHUNYELWE KUSALE dengwane izakhamizi ezingu-200 kusha imijondolo e-Dakota, eSiphingo, eThekwini, kuWadi-90. I-KwaZulu-Natal Provincial Disaster Management Centre...

Amathimba ezimo eziphuthumayo ayalekelela emijondolo eshile i-Dakota, eSipingo

by Langelihle Chagwe
July 8, 2025
0
3

AMATHIMBA ezimo eziphuthumayo (KWAZULU-Natal Provincial Disaster Management Centre, phecelezi  (PDMC), isiqalile ihlanganisa usizo oluzonikezelwa  emindenimi ekhahlamezekile ngesikhathi kusha imijondolo eDakota,...

Uhulumeni uqwashisa izakhamizi ngokulala nezimbawula

by Langelihle Chagwe
July 3, 2025
0
3

UNGQONGQOSHE wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal uMfu Thulasizwe Buthelezi usekhiphe isexwayiso sokuthi izakhamizi aziqikelele ukuthi azilali nezimbawula njengoba kuyisizini yasebusika...

Awukho umuzi ongenayo indlu yangasese

Ilahlisa ithemba ngendlela imfundo yethu ehleleke ngayo

by Langelihle Chagwe
July 1, 2025
0
3

NGU- DOKOTELA VUSI SHONGWE AMATHEMBA okuthi sogcina siyizuzile inkululeko ephelele ezweni lethu ancipha nsukuzonke. Umonakalo owadalwa izinhloso zobaba wobandlululo uDokotela...

Wemukele ubizo lwabadala lokusiza abantu owesifazane wase Springbok, eDannhauser

Isikole samabanga aphansi Ingwe zizidlele amahlanga emculweni wamakwaya, eNewcastle

by Langelihle Chagwe
June 21, 2025
0
3

NGUTHISHANHLOKO uMnuz Sfiso Ngobese, uthishela oculisayo uMnuz Nhlamvu Buthelezi kanye nezingane zesikole. Isithombe.SITHUNYELWE ISIKOLE samabanga aphansi esisemakhaya esizinze endaweni yaseBhalanki...

Recommended

Amaphoyisa athi budla lubi ububhoklolo ezikoleni

11 months ago
3
Abahloniphane abantu besifazane

Abahloniphane abantu besifazane

11 months ago
3

About Us

Izwi Lomphakathi Newspaper

Izwi Lomphakathi Newspaper is 100 percent in IsiZulu and it was established immediated when the killer dicease Covid 19 plaqued the Globe. Publisher is an experienced Journalist with more than 21 years experience in the media fraternity. Publisher had worked for various newspapers such as The New Age,Daily Sun, Sowetan, Northern Natal Courier and other community newspapers.

Associations

Category

Socials

Newsletter

  • About
  • Advertise
  • Subscribe
  • Contact
  • Terms & Conditions
  • Privacy Policy
  • Cookie Policy (ZA)

© 2023 Izwi Lomphakathi Initiative is offered by SANEF

No Result
View All Result
  • Politics
  • Municpality
  • Local Business
  • Provincial
  • National
  • Entertainment
  • Events
  • Schools
  • Announcements
  • Sports
  • Community
  • Letter
  • Crime
  • People
  • Local Heros
  • Food

© 2023 Izwi Lomphakathi Initiative is offered by SANEF

Welcome Back!

Login to your account below

Forgotten Password? Sign Up

Create New Account!

Fill the forms below to register

All fields are required. Log In

Retrieve your password

Please enter your username or email address to reset your password.

Log In
Manage Cookie Consent
We use technologies like cookies to store and/or access device information.
Functional Always active
The technical storage or access is strictly necessary for the legitimate purpose of enabling the use of a specific service explicitly requested by the subscriber or user, or for the sole purpose of carrying out the transmission of a communication over an electronic communications network.
Preferences
The technical storage or access is necessary for the legitimate purpose of storing preferences that are not requested by the subscriber or user.
Statistics
The technical storage or access that is used exclusively for statistical purposes. The technical storage or access that is used exclusively for anonymous statistical purposes. Without a subpoena, voluntary compliance on the part of your Internet Service Provider, or additional records from a third party, information stored or retrieved for this purpose alone cannot usually be used to identify you.
Marketing
The technical storage or access is required to create user profiles to send advertising, or to track the user on a website or across several websites for similar marketing purposes.
Manage options Manage services Manage {vendor_count} vendors Read more about these purposes
View preferences
{title} {title} {title}