Community
-
Ihlonzwe njengendawo yenhlekelele indawo yaseJozini
INDAWO yaseJozini ihlonzwe njengendawo yenhlekelele emva kokuba kuhlasele izimvula ezinamandla ebizihambisana neziphepho, ezicekele phansi imizi kanye nenqalasizinda ngelendlule. Lokhu kwenzeke…
Read More » -
Sekuphothuliwe ukubhaliswa kwabafundi kulonyaka,eKZN
UNGQONGQOSHE weZemfundo KwaZulu-Natal uMnuz Sipho Hlomuka usekhiphe isitatimende esikuqinisekisayo ukuthi sekuphothuliwe ukubhaliswa kwabafundi ezikoleni zakulesiFundazwe ngo-2026. Isitatimende esithunyelwe ngokhulumela umnyango…
Read More » -
Zihamba ngolayini izinhlelo zomgubho wempi yaseSandlwana
SELIQINISIWE usuku okuzobanjwa ngalo umkhosi waseSandlwana walo nyaka okuwumhlaka 22 January 2026. Kulo mhlangano obuhanjelwe nawuNgqongqoshe wezamaSiko nobuCiko nezemidlalo KwaZulu-NatalĀ …
Read More » -
Amaphoyisa acela ukufuniswa laba abadukile,baseMlazi
AMAPHOYISA aseBkekithemba acela ukufuniswa uSfiso Eddie Gumede onemiyaka engu-36 owagcinwa ukubonakala mhlaka 25 Disemba 2025, ngenkathi esuka lapha ayehlala khona…
Read More » -
Ifawundeshini yelule isandla emndenini opheshukelwe indlu,eSpringbok
INJABULO ibibhalwe ebusweni kugogo Maria Dlamini oneminyaka engu-63 kanye nakubazukulu bakhe ngenkathi ifawundeshini i-Sizwe Sandile Mabanga Foundation yelula isandla inikezela…
Read More »