News
-
Uhulumeni usejube ukuthi kuphenywe ngezinsolo zokunqatshelwa kwabafundi ukuba babhale isifundo i-Accounting, eNtwentle
UNGQONGQOSHE weZemfundo KwaZulu-Natal,uMnuz Sipho Hlomuka, usejube ukuthi kwenziwe uphenyo oluphuthumayo lokhu kulandela izinsolo ezithi abafundi banqatshelwe ukuba babhale izivivinyo zephepha…
Read More » -
Uhulumeni ugxeke isenzo zokusetshenziswa kwenduku kujeziswa umfundi,eDanny Dalton
UNGQONGQOSHE weZemfundo KwaZulu-Natal, uMnuz Sipho Hlomuka , usegxeke izinsolo zesigameko sokujeziswa ko mfundi ngokuthi ashaywe nguthishanhloko ngenduku (corporal punishment), esikoleni…
Read More » -
Kuvulwe ngokusemthethweni isikole samabanga aphansi esiseqophelweni eliphezulu,eKing Cetshwayo
KUVULWE ngokusemthethweni isikole samabanga aphansi i-Siyakhanya Primary School, endaweni iZidedele engaphansi kwesiFunda i-King Cetshwayo, esiseqophelweni eliphezulu ngoLwesine (izolo), mhlaka 15…
Read More » -
Uhulumeni usigxekile isigameko sokubulawa kwamavolontiya kaKhongolose,eThekwini
UNDUNANKULU esiFundazweni saKwaZulu-Natal uMnuz Thamsanqa Ntuli usigxekile isigameko sokubulawa kwamavolontiya amabili e-African National Congress (ANC), adutshulwe abulawa eMgababa,eThekwini, izolo mhlaka…
Read More » -
Uhulumeni wendlulise amazwi enduduzo emndenini wakwaShozi kukhothama Inkosi,eThekwini
UNGQONGQOSHE wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal (Cogta), uMfu Thulasizwe Buthelezi, wendlulise amazwi enduduzo emndenini wakwaShozi lokhu kulandelwa ukundlula emhlabeni kwe-Inkosi…
Read More » -
Uhulumeni uvakashesle isiteshi samaphoyisa saseMondlo
UNDUNANKULU waKwaZulu-Natal uMnuz Thami Ntuli ehambisana noNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal (Cogta), uMfu Thulasizwe Buthelezi, bavakashele isiteshi samaphoyisa esiseMondlo,…
Read More » -
Uhulumeni usishayele ihlombe sokukhokhelwa kwabasebenzi bakuMasipala i-Zululand imihholo yabo
UNGQONGQOSHE wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal (uCogta), uMfu Thulasizwe Buthelezi uthe esitatimendeni, ukungenelela koMnyango uCogta kwenze ukuthi abasebenzi bagcine bekhokhelwe…
Read More » -
Amaphoyisa seBerea adingo ukufuniswa uGert Koelbeen
AMAPHOYISA aseBerea afisa noma ngabe ngubani ongaba nolwazi lukaGert Koelbeen oneminyaka engu-73, owaqgcina ukubonwa ngumzukulu mhlaka 17 Agasti 2026,eMusgrave, ngaphambi…
Read More » -
Uhulumeni uvakashele eMsinga
UNDUNANKULU wesiFundazwe saKwaZulu-Natal uMnuz Thami Ntuli ehambisana nongqongqoshe kanye namakhansela bavakashele eMsinga ngaphansi kwesiFunda uMzinyathi , ngaphansi kohlelo i-Sukuma Sakhe,…
Read More » -
Uhulumeni unikelele nge Wi-Fi eSifuleni,eMsinga
INJABULO uNdunankulu wesiFundazwe saKwaZulu-Natal, uMnuz Thami Ntuli enikezela ngokusemthethweni ngezobuchwepheshe (Wi-Fi), kwizakhamizi zaseSifuleni, eWadi 18, eMsinga ngaphansi kukaMasipala uMsinya,eMzinyathi ,…
Read More »