News
-
Uhulumeni ubonge iKhomishana yaseBritain ngokuphucula ezokuxhumana ezindaweni zasemakhaya,eNanda
UNGQONGQOSHE wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal (Cogta),uMfu Thulasizwe Buthelezi usencome kakhulu i-British High Commission ngokuphucula ezobuchepheshe zokuxhumana ezindaweni zasemakhaya. Ikhombise…
Read More » -
Kuvulwe ngokusemthethweni umtapo wolwazi oseqophelweni eliphezulu eMvoti
UNDUNANKULU esiFundazweni saKwaZulu-Natal uMnuz Thami Ntuli ehambisana noNgqongqoshe weZemidlalo uMnuz Mntomuhle Khawula, bavule baphinde banikezela ngokusemthethweni umtapo wolwazi oseqophelweni eliphezulu…
Read More » -
I-NEWCASTLE Municipality Religious Interfaith iqinise ubudlwelwano ne aMajuba EDTEA
UMHLANGANO osemthethweni wanyanga zonke we-Religious Leaders Parliament, obubanjwe mhla zingU-14 Agasti 2026, ube yimpumelelo njengoba i-Newcastle Municipality Religious Interfaith ihlangane…
Read More » -
Zibe yimpumelelo ezemidlalo ebezihlelelwe ukulwisana nobugebengu entsheni,eKranskop
ZIBE yimpumelelo ezemidlalo obekuhloswe ngazo ukuqwashisa kanye nokulwisana nobugebengu ebezibanjelwe ezinkundleni zemidlalo eKranskop Sports Field ngoLwesihlanu mhlaka 14 Agasti 2026.…
Read More » -
Lube yimpumelelo uhlelo lokukhetha izifundo,eDannhauser
LUBE yimpumelelo uhlelo obelwenziwe nguMnyango weZemfundo esiFundeni aMajuba lapho bekubizwe khona amanyuvesi kanye nezinye izinhlaka ezifana no Eskom nezinye ukuze…
Read More » -
Inhlansi yethemba uhulumeni ethembisa ukubiyela amasimu eMajuba
INHLANSI yethemba uNgqongqoshe wezimbiwa kanye nowoyela (Minerals and Petroleum Resources), uMnuz Gwede Mantashe ememezela ukuthi kuzobakhona uxhaso lokubiyela amasimu esiFundeni…
Read More » -
Lugujwe ngendlela ehlukile usuku lomama eMzinyathi
LUGUJWE ngendlela ehlukile usuku lo mama (Women’s Day), ngokuthi i-JB Mchunu Foundation ibambisene noMzinyathi SAPS District Women’s Network, benzele omama…
Read More » -
Kushaqwe izimpahla zombombayi eMpumalanga
AMAPHOYISA aseMpumalanga ebambisene nabaqinisekisa ukuthi impahla iqondile futhi ihloliwe i-National Regulator for Compulsory Specifications (NRCS), bayaqhubeka nomkhankaso wabo wokulwisana…
Read More » -
Uhulumeni unxusa abashayeli ukuba bashayele ngokucophelela,eKZN
UNGQONGQOSHE wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal (Cogta),uMfu Thulasizwe Buthelezi , unxuse abashayeli bezimoto ukuba bashayele ngokukhulu ukucophelela lokhu kulandelwa ukuhlasela…
Read More » -
Uhulumeni ugxeka ukubulawa kwekhansela ngesihluku,eThekwini
UNGQONGQOSHE wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal (Cogta), uMfu Thulasizwe Buthelezi usegxeke isigameko sokudutshulwa kubulawe iKhansela lakuWadi 17 eThekwini uKhhansela Sibusiso…
Read More »