USEKELA Ngqongqoshe weZemfundo eyisisekelo (Basic Education), uDr reginah Mhaule kanye noNgqongqoshe weZemfundo KwaZulu-natal, uNksz Mbali Frazer, bazohambela umkhuleko ozoba se=Angican Church, osizweni, eNewcastle, eNyakatho, neKwaZulu-Natal, mhlaka 18 February 2024. Kuvelile ukuthi lomkhuleko kuhlosswe ngawo ukukhulekela ukuvulwa kwezikole, nokuthi kungabi nazihibe kulonyaka esesiwuqalile ezikoleni.
Asinakiwe isakhiwo esidala sesikole saseBlaauwbosch okwafundisa kuso uChief Albert Luthuli
SESASALA sinje isakhiwo esinomlando. Isithombe. SITHUNYELWE ASINAKIWE isakhiwo esidala sesikole samabanga aphansi saseBlaauwbosch, eNewcastle, eNyakatho neKwaZulu-Natal, lapho kwakufundisa khona inqalabutho...