KUBOSHWE umsolwa oneminyaka ewu-38 kwelukzama ukubulala okwenzeke endaweni yase Pioneer Park, eNewcastle, eNyakatho neKwaZulu-Natal. Kuvelile ukuthi owesifazane ube nenxabano nesithandwa sakhe , kwathi lona owesilisa wavuka umbhejazana , wabe eseklinya lona wesifazane , ezama ukumbulala. Kuphinde kwavela ukuthi lona wesilisa ubesola lona wesifazane ukuthi untshontshe imali. Lona wesifazane ube esevula icala wabe eseboshwa umsolwa kantu futhi usevelile eNkantolo kaMantshi waseNewcastle kanti nophenyo lwamaphoyisa luyaqhubeka, futhi zuophinde avele enkantolo maduzane ebhekene nalo leli cala lokuzama ukubulala.
Asinakiwe isakhiwo esidala sesikole saseBlaauwbosch okwafundisa kuso uChief Albert Luthuli
SESASALA sinje isakhiwo esinomlando. Isithombe. SITHUNYELWE ASINAKIWE isakhiwo esidala sesikole samabanga aphansi saseBlaauwbosch, eNewcastle, eNyakatho neKwaZulu-Natal, lapho kwakufundisa khona inqalabutho...