Wednesday, July 30, 2025
DONATE
PROFILE
  • Login
  • Register
No Result
View All Result
Izwi Lomphakathi Newspaper
ADVERTISEMENT
  • Home
    • Advertise
    • Rate Card
  • Community
  • Crime
  • News
    • Provincial
    • National
    • Politics
  • Entertainment
    • Events
  • Sports
    • Schools Sports
    • Club Sports
  • About Us
    • Terms & Conditions
    • Privacy Policy
Subscribe
  • Home
    • Advertise
    • Rate Card
  • Community
  • Crime
  • News
    • Provincial
    • National
    • Politics
  • Entertainment
    • Events
  • Sports
    • Schools Sports
    • Club Sports
  • About Us
    • Terms & Conditions
    • Privacy Policy
No Result
View All Result
Izwi Lomphakathi Newspaper
No Result
View All Result
Home Letter Community

OweZemfundo nekhwelo lokuqinisa ezokuphepha ezikoleni

by Langelihle Chagwe
December 11, 2023
in Community
Reading Time: 2 mins read
A A
0
OweZemfundo nekhwelo lokuqinisa ezokuphepha ezikoleni
Share on FacebookShare on Twitter

KUHLATSHWE ikhwelo emphakathini, kothishanhloko, izigungu zezemfundo (SGB’s) kanye nasemaphoyiseni ukuthi bafake iso ezikolweni ukuze zingagqekezwa noma ziphenduke indawo yokudlalela izigebengu njengoba zizovalela amaholidi kancibijane. Leli khwelo lihlatshwe nguNgqongqoshe weZemfundo KwaZulu-Natal, uNksz Mbali Frazer, ngelendlule, othe bayakhathazeka kakhulu njalo uma  izikole zizovalwa ngoba , ziyagqekezwa kuntshontshwe izinsiza kufunda ezifana namakhomphutha nokunye okubalulekile , kuphunde kuntshontshwe nenqalasizinda ezifana nezigubhu zikagesi. Uthe ngenkathi zivaliwe ziphenduka izinkundla zezigebengu. Uqhube wathi ngokwesiGaba 20 (Section 20), we South African  Schools Act  sigunyaza ukuthi i-Isigungu esingamele izikole (School Governing Bodies), ukuba baqinisekise ukuthi impahla  yesikole, izakhiwe, amahositela, bathathe isinqumo esinqala ukuthi lezimpahla ziyavikelwa. Uphinde wakhala kakhulu ngokuthi kumele kuqikelelwe ukuthi ukucekelwa phansi kwempahla kuyavikeleka ngoba izimali zokulungisa inqalasizinda azikho, engabe kuqhutshekelwa phambili kwenziwe okunye kulungiswe izikole, ezicekelwe phansi abantuntu ngamabomu. “ Izikole ezenu futhi zakhelwe izingane zenu ziphatheni njengezikhali zamaNtungwa,” esho. Uqhube wathi oThishanhloko, isigungu esibhekelele isikole, Community Safety and Liaison kanye namaphoyisa bayiqikelela ukuthi bayapatrola njalo ebusuku ngaphandle kwezikole ukuze baqinisekise ukuthi azigqekezwa futhi azicekelwa phansi futhi. “ Sinxusa imiphakathi ukuthi isisize ifake iso izibheke izikole njengoba kuzovalwa. Siyakhathazeka njalo uma kumele kuvalwe isikhathi eside ngoba sibuya sekonakele.” Uthe ukubambisana phakathi kwalezinhlaka ezibalulwe ngenhla ikhona okuzosiza kule nkinga ababhekene nazo ngoba akuzona zonke izikole ezinonogada. “ Ngamaholidi ikakhulu kaDisemba, sibuya sekwagqekezwa kwathathwa izinto eziningi, akuvikelwe impahla yezingane ukuze ngonyaka ozayo zikwazi ukuthola izinsiza ezishiywe abanye abafundi,” esho, eqhuba ethi kuhlale kukhalwa ngobugebengu obuhlasela ezinye zezikole njengoba naKwaZulu-Natal, uNgqongqoshe Frazer, ukhala ngokugqekezwa kwezikole. “ Izikole zigqekezwa kwebiwe amakhompuyutha nezinye izinsiza zokufunada,” kusho yena , eqhuba ethi, kwesinye iskhathi kuze kwebiwe ukudla okuphekelwa abafundi kanjalo namabhodwe okuphekwa ngawo. Umnyango usebenzisana namaphoyisa endawo ukuqapha izikole. Umnyango kazwelonke ubuye wanxusa abazali ukuthi baqikelele ukuthi abafundi babuyisa izincwadi.  Uqhube wathi nabaholi babafundi kumele baqikelele ukuthi nabo babamba iqhaza elikhulu ekuvikeleni izikole. Uthe uhlaka oluhola abafundi kanye nesigungu esibhekelele izikole kumele baqinisekise ukuthi uma bebona impahla okusolakala ukuthi intshontshiwe babikele amaphoyisa. Uphethe ngokuthi lezinhlaka kumele zigqamuke namasu okuvikela izikole kanye nempahla.

ADVERTISEMENT
Langelihle Chagwe

Langelihle Chagwe

Izwi Lomphakathi Newspaper is 100 percent in IsiZulu and it was established immediated when the killer dicease Covid 19 plaqued the Globe. Publisher is an experienced Journalist with more than 21 years experience in the media fraternity. Publisher had worked for various newspapers such as The New Age,Daily Sun, Sowetan, Northern Natal Courier and other community newspapers. It aimed in promoting reading and to disseminate informatio or to inform the community at large about the news that is happening around them. It also aimed at promoting the culture of going back to basics and promote the reading using indigenous languages which is now fading. Going online will also help to educate, inform the public about news happening around them and nationally.

Related Posts

Kuhlatshwe isoyi lokuphucula inqalasizinda kwiprojekthi ezodla-R89 million

Abamabandla balwemukele ushintsho oluhlogozwayo lokukhethwa kwesigungu esiphezulu, eMajuba

by Langelihle Chagwe
July 25, 2025
0
3

YISIGUNGU sesikhashana esimele amabandla ehlukene eMajuba.Isithombe.SITHUNYELWE ABAMABANDLA eMajuba balwemukele ushintsho oluhlongozwayo lokukhethwa kwesigungu esiphezulu esizomela lesi siFunda Amajuba kunhlangano engamele...

Bazongcwatshwa nguhulumeni abashone kuqubuka umlilo emijondolo i-Kennedy Road, eThekwini

Ubuholi bomdabu bunxuse ukuba kwakhiwe amabutho ezigodini zeNkosi, e-Springbok

by Langelihle Chagwe
July 22, 2025
0
3

KWESOKUQALA Inkosi yaseMalangeni Inkosi Madoda Nkosi namabutho. Isithombe.LANGELIHLE CHAGWE INKOSI yaseMalangeni KwaNkosi Traditional Council , Inkosi Madoda Gravis Nkosi, inxuse...

Bazongcwatshwa nguhulumeni abashone kuqubuka umlilo emijondolo i-Kennedy Road, eThekwini

Ube yimpumelelo umhlangano womphakathi namaphoyisa, E-Eastbourne

by Langelihle Chagwe
July 22, 2025
0
3

NGUMPHAKATHI namapahoyisa ngenkathi kunomhlangano.Izithombe. ZITHUNYELWE. UBE yimpumelelo umhlangano obuhlanganisa ikomidi labafuyi , amaphoyisa, abezolimo kanye nabafuyi obubanjelwe ehholweni lase Eastbourne...

Uhulumeni usekuqinisekisile ukuthi sebekhokhelwe abasiza ezikoleni abangu-124 000

by Langelihle Chagwe
July 15, 2025
0
3

UMNYANGO wezeMfundo eyisiSekelo (Department of Basic Education), usukuqinisekisile ukuthi abasiza ezikoleni abangu-124 000 sebekhokheliwe imihlomulo yabo. Kubikwa ukuthi lenkokhelo yenzeke...

Kusale dengwane abangu-200 kusha imijondolo eDakota, eSiphingo

Kusale dengwane abangu-200 kusha imijondolo eDakota, eSiphingo

by Langelihle Chagwe
July 11, 2025
0
3

ISALE injena imijondolo eDakota.Izithombe. ZITHUNYELWE KUSALE dengwane izakhamizi ezingu-200 kusha imijondolo e-Dakota, eSiphingo, eThekwini, kuWadi-90. I-KwaZulu-Natal Provincial Disaster Management Centre...

Amathimba ezimo eziphuthumayo ayalekelela emijondolo eshile i-Dakota, eSipingo

by Langelihle Chagwe
July 8, 2025
0
3

AMATHIMBA ezimo eziphuthumayo (KWAZULU-Natal Provincial Disaster Management Centre, phecelezi  (PDMC), isiqalile ihlanganisa usizo oluzonikezelwa  emindenimi ekhahlamezekile ngesikhathi kusha imijondolo eDakota,...

Recommended

Singabantu nathi futhi siphila emphakathini

Singabantu nathi futhi siphila emphakathini

1 year ago
3

USASSA usekhiphe izinsuku zokuholelwa kwezibonelelo zeminyaka emibili-2024/2025

1 year ago
3

About Us

Izwi Lomphakathi Newspaper

Izwi Lomphakathi Newspaper is 100 percent in IsiZulu and it was established immediated when the killer dicease Covid 19 plaqued the Globe. Publisher is an experienced Journalist with more than 21 years experience in the media fraternity. Publisher had worked for various newspapers such as The New Age,Daily Sun, Sowetan, Northern Natal Courier and other community newspapers.

Associations

Category

Socials

Newsletter

  • About
  • Advertise
  • Subscribe
  • Contact
  • Terms & Conditions
  • Privacy Policy
  • Cookie Policy (ZA)

© 2023 Izwi Lomphakathi Initiative is offered by SANEF

No Result
View All Result
  • Politics
  • Municpality
  • Local Business
  • Provincial
  • National
  • Entertainment
  • Events
  • Schools
  • Announcements
  • Sports
  • Community
  • Letter
  • Crime
  • People
  • Local Heros
  • Food

© 2023 Izwi Lomphakathi Initiative is offered by SANEF

Welcome Back!

Login to your account below

Forgotten Password? Sign Up

Create New Account!

Fill the forms below to register

All fields are required. Log In

Retrieve your password

Please enter your username or email address to reset your password.

Log In
Manage Cookie Consent
We use technologies like cookies to store and/or access device information.
Functional Always active
The technical storage or access is strictly necessary for the legitimate purpose of enabling the use of a specific service explicitly requested by the subscriber or user, or for the sole purpose of carrying out the transmission of a communication over an electronic communications network.
Preferences
The technical storage or access is necessary for the legitimate purpose of storing preferences that are not requested by the subscriber or user.
Statistics
The technical storage or access that is used exclusively for statistical purposes. The technical storage or access that is used exclusively for anonymous statistical purposes. Without a subpoena, voluntary compliance on the part of your Internet Service Provider, or additional records from a third party, information stored or retrieved for this purpose alone cannot usually be used to identify you.
Marketing
The technical storage or access is required to create user profiles to send advertising, or to track the user on a website or across several websites for similar marketing purposes.
Manage options Manage services Manage {vendor_count} vendors Read more about these purposes
View preferences
{title} {title} {title}