KUGQUGQUZELWE ukuthi abantu besifazane bangakhululelwa kungakafiki isikhathi noma bengakakulungeli ngoba lokho kudala ukuthi abanye bazibulale izingane noma bazilahle. Abaye emtholampilo beyohlela imindeni. Lawa ngamazwi ashiwo nguZamantungwa Khumalo, osebenza eDannhauser CHC.
Kuzokwakhiwa izindlu eziyisishiyagalolunye kwaNongoma
UNGQONGQOSHE wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal uMfu Thulasizwe Buthelezi usememezele ukuthi , umnuango awubhekile ubambisane nezinhlaka ezahlukene okubalwa kuzo i-Old...