UNGQONGQOSHE weZemfundo KwaZulu-Natal , uMnu Sipho Hlomuka uzohambisana noNgqongqoshe wezokuThuthukiswa , uNksz Mbali Shinga, beyobonga emswaneni emndeni wakwaThusi olahlekelwe ngamalunga omndeni. Lokhu kulandelwa ukuthi ithishelakazi ebelifundise e-Ngcede Primary lindlule emhlabeni kanye nezingane ezimbili ngenkathi bedutshulwa bebulawa kanye nabanye. Kuvelile ukuthi lesi sehlakalo sishiye abantu abawu-6, beshonile endaweni yaseLadysmith. “Kuyisikompilo lethu ukuthi uma kuvele isifo sihambele imindeni elahlekelwe ngabathandiweyo bayo ukuze siyondlulisa amazwi enduduzo,” kusho uNgqongqoshe Hlomuka. Uphethe ngokuthi kuyaye kuthi uma kukhona umndeni osemanzini siyokhalisana nawo. Uthe izinhlelo zokuyobhonga emswaneni zime kanje;
Usuku:21 June 2024
Indawo:Thusi Household, Dival, near ladysmith
Isikhathi:13H00