UNGQONGQISHE weZemfundo KwaZulu-Natal, uNksz Mbali Frazer, ukuqinisekisile ukuthi uMnyango usezihambisile izimali zezinsizakufunda nokufundisa phecelezi Norms and Standards, ezikoleni zesifundazwe. Uthe le Mali esikhishiwe ibikusabelo Mali sika 2023/2024, okungazange kwenzeke futhi ibis ilele ngemuva kodwa bayajabula ngoba sebeyikhokhile. Uqhube wathi ukukhishwa kwa lemali kuzoqinisekisa ukuthi uhlelo lokufunda nokufundisa ukuhamba kahle ngaphandle kwezinqinamba. Uthe lokhu kuzoqinisekisa ukuthi abafundi bathola imfundo engcono.
Uhulumeni uvakashele izikole zaseMzinyathi
NGUNGQONGQOSHE wezeMfundo uMnuz Sipho Hlomuka, izikhulu zomnyango izakhamizi kanye namathishela. Izithombe.ZITHUNYELWE UNGQONGQOSHE wezeMfundo KwaZulu-Natal uMnuz Sipho Hlomuka uvakashele izikole ezintathu...