Sunday, July 6, 2025
DONATE
PROFILE
  • Login
  • Register
No Result
View All Result
Izwi Lomphakathi Newspaper
ADVERTISEMENT
  • Home
    • Advertise
    • Rate Card
  • Community
  • Crime
  • News
    • Provincial
    • National
    • Politics
  • Entertainment
    • Events
  • Sports
    • Schools Sports
    • Club Sports
  • About Us
    • Terms & Conditions
    • Privacy Policy
Subscribe
  • Home
    • Advertise
    • Rate Card
  • Community
  • Crime
  • News
    • Provincial
    • National
    • Politics
  • Entertainment
    • Events
  • Sports
    • Schools Sports
    • Club Sports
  • About Us
    • Terms & Conditions
    • Privacy Policy
No Result
View All Result
Izwi Lomphakathi Newspaper
No Result
View All Result
Home Crime

Kuboshwe abasolwa ababili, kwashaqwa izibhamu

by Langelihle Chagwe
March 18, 2025
in Crime
Reading Time: 1 min read
A A
0
Odilikajele abathathu kanye neminyaka engu-160, kowadlwengula ephindelela
Share on FacebookShare on Twitter

KUBOSHWE abasolwa ababili abaneminyaka esukela kwengu-27 kuya kwengu-33 ezigamekweni ezimbili ezahlukene ngeSonto nangoMsombuluko.

Kubikwa ukuthi amaphoyisa abebhizi nomkhankaso wawo obizwa ngokuthi yi-Operation Vala Umgodi ,ngenkathi ebopha abasolwa ababili Esikhaleni, emva kokuba bebathole nezibhamu ezingekho emthethweni kanye nezinhlamvu.

Okhulumela amaphoyisa esiFundazweni saKwaZulu-Natal uLieutenant-Colonel Paul Magwaza uthe esitatimendeni, kuboshwe abasolwa ababili ezigamekweni ezimbili ezahlukene, ngenkathi amaphoyisa abebhizi nomkhankaso wawo owaziwa ngokuthi yi-Operation Vala Umgodi.

Uthe esitatimendeni , amaphoyisa alunywe indlebe ngokuthi kunemigulukudu emibili ebihlela ukuyobamba inkunzi kuhlonyiwe.

Uqhube wathi esitatimendeni , ngokolwazi olutholwe ngamaphoyisa, wukuthi laba basolwa bese bevele sebedune nemoto abazoyisebenzisa ekugileni lomkhuba wokubamba inkunzi kuhlonyiwe.

ADVERTISEMENT

“Amaphoyisa alandele lomkhondo abe esebopha umsolwa wokuqala oneminyaka engu-27 Esikhaleni ngeSonto, kwathi ngoMsombuluko abe esebopha umsolwa wesibili oneminyaka engu-33, ngaphansi komkhankaso i-Operation Vala Umgodi,” kusho uLieutenant-Colonel Magwaza, eqhuba ethi naye umsolwa wesibili utholakale nesibhamu esingekho emthethweni kanye nezinhlamvu  ngenkathi eboshwa.

Uqhube wathi esitatimendeni , imoto ebiduniwe kusetshenziswe ubuchwepheshe i-Tracker yabe isitholakala KwaDukuza.

Uphethe ngokuthi abasolwa bo babili bazovela eNkantolo kaMantshi wase Esikhaleni ngoLwesithathu mhlaka 19 Mashi 2025, bebhekene namacala okutholakala nezibhamu ezingekho emthethweni kanye nelokuduna imoto.

Langelihle Chagwe

Langelihle Chagwe

Izwi Lomphakathi Newspaper is 100 percent in IsiZulu and it was established immediated when the killer dicease Covid 19 plaqued the Globe. Publisher is an experienced Journalist with more than 21 years experience in the media fraternity. Publisher had worked for various newspapers such as The New Age,Daily Sun, Sowetan, Northern Natal Courier and other community newspapers. It aimed in promoting reading and to disseminate informatio or to inform the community at large about the news that is happening around them. It also aimed at promoting the culture of going back to basics and promote the reading using indigenous languages which is now fading. Going online will also help to educate, inform the public about news happening around them and nationally.

Related Posts

Kuqopheke umlando kwethulwa isikhwama semphesheni yaMakhosi, uhlelo lwezempilo, lokonga,oNdini

Kusale enkundleni ababili , kwaboshwa ababili kwelokuzama ukubamba inkunzi imoto yemali,eMsinga

by Langelihle Chagwe
July 4, 2025
0
3

IMOTO ebihamba abasolwa abasale enkundleni.Isithombe.SITHUNYELWE ITULO lokuzama ukubamba inkunzi imoto yemali kuhlonyiwe aliphumelelanga, lokhu kwenze ukuthi kusale enkundleni abasolwa ababili...

Iminyaka engu-5  kwelenkohlakalo nokukhwabanisela umqashi imali engu-R2million

Udilikajele ngowadlwengula indodakazi (8), eGreytown

by Langelihle Chagwe
July 1, 2025
0
3

UMLISA elingeke lidalulwe igama lakhe oneminyaka engamashumi amabili nesishiyagalolunye ugwetshwe udilikajele emva kokuba elahlwe icala lokudlwengula indodakazi yakhe eneminyaka eyisishiyagalombili...

Kuboshwe umsolwa, kwashaqwa izibhamu ezintathu , KwaMakhutha

Kuboshwe umsolwa, kwashaqwa izibhamu ezintathu , KwaMakhutha

by Langelihle Chagwe
June 18, 2025
0
3

ZIBHAMU ezishaqwe kuboshwa umsolwa. Izithombe. ZITHUNYELWE KUBOSHWE umsolwa oneminyaka engamashumi amane nesishiyagalolunye, kwashaqwa nezibhamu ezimbili eziyimjojantaba AK47, kanye nesohlobo lwe...

Iminyaka engu-5  kwelenkohlakalo nokukhwabanisela umqashi imali engu-R2million

Uvele kafushane eNkantolo kaMantshi wakwaMbonambi osolwa ngokweba izimbiwa zesamba esingu-R24 million

by Langelihle Chagwe
June 18, 2025
0
3

UVELE kafushane eNkantolo kaMantshi waKwaMbonambi uSydwell Shane Mkhatshwa oneminyaka engamashumi amane , ebhekene necala lokweba izimbiwa (Minerals) ezibiza imali engu-R24...

Kuboshwe umsolwa kwashaqwa izomoto ezimbili, eGreytown

Kuboshwe umsolwa kwashaqwa izomoto ezimbili, eGreytown

by Langelihle Chagwe
June 17, 2025
0
3

ZIMOTO ezishaqwe kuboshwa umsolwa.Isithombe.SITHUNYELWE KUBOSHWE umsolwa oyedwa kwashaqwa izimoto ezimbili okukholakala ukuthi ziyambandakanyeke esenzweni zokubulala kanye nokubanjwa kwenkunzi kuhlonyiwe eMoroko,...

Ugwetshwe udilikajele owadlwengula ingane eneminyaka emihlanu  (5), wayivala ngeshumi

Ugwetshwe iminyaka eyishumi nanhlanu kwelokudlwengula ingane-4

by Langelihle Chagwe
June 3, 2025
0
3

UGWETSHWE iminyaka eyishumi nanhlanu umlisa oneminyaka engamashumi amathathu nantathu(33), emva kokuba elahlwe icala lokudlwengula ingane eneminyaka emine vo. Lesigilamkhuba sigwetshwe...

Recommended

Sekuyantwela ezansi!

Sekuyantwela ezansi!

2 years ago
3
Kuboshwe umsolwa kwashaqwa isibhamu, izinhlamvu

Kuboshwe abasolwa abangu-11 780,  kwashaqwa izibhamu ezingu-300

3 months ago
3

About Us

Izwi Lomphakathi Newspaper

Izwi Lomphakathi Newspaper is 100 percent in IsiZulu and it was established immediated when the killer dicease Covid 19 plaqued the Globe. Publisher is an experienced Journalist with more than 21 years experience in the media fraternity. Publisher had worked for various newspapers such as The New Age,Daily Sun, Sowetan, Northern Natal Courier and other community newspapers.

Associations

Category

Socials

Newsletter

  • About
  • Advertise
  • Subscribe
  • Contact
  • Terms & Conditions
  • Privacy Policy
  • Cookie Policy (ZA)

© 2023 Izwi Lomphakathi Initiative is offered by SANEF

No Result
View All Result
  • Politics
  • Municpality
  • Local Business
  • Provincial
  • National
  • Entertainment
  • Events
  • Schools
  • Announcements
  • Sports
  • Community
  • Letter
  • Crime
  • People
  • Local Heros
  • Food

© 2023 Izwi Lomphakathi Initiative is offered by SANEF

Welcome Back!

Login to your account below

Forgotten Password? Sign Up

Create New Account!

Fill the forms below to register

All fields are required. Log In

Retrieve your password

Please enter your username or email address to reset your password.

Log In
Manage Cookie Consent
We use technologies like cookies to store and/or access device information.
Functional Always active
The technical storage or access is strictly necessary for the legitimate purpose of enabling the use of a specific service explicitly requested by the subscriber or user, or for the sole purpose of carrying out the transmission of a communication over an electronic communications network.
Preferences
The technical storage or access is necessary for the legitimate purpose of storing preferences that are not requested by the subscriber or user.
Statistics
The technical storage or access that is used exclusively for statistical purposes. The technical storage or access that is used exclusively for anonymous statistical purposes. Without a subpoena, voluntary compliance on the part of your Internet Service Provider, or additional records from a third party, information stored or retrieved for this purpose alone cannot usually be used to identify you.
Marketing
The technical storage or access is required to create user profiles to send advertising, or to track the user on a website or across several websites for similar marketing purposes.
Manage options Manage services Manage {vendor_count} vendors Read more about these purposes
View preferences
{title} {title} {title}