UNGQONGQOSHE wezokuBusa ngokuBambisana nezindaba zoMdabu, uNkk Bongiw Sithole-Moloi, ezinhlelweni zobusika. Kuvelile ukuthi uzohambela oMasipala baKwaZulu-Natal, ngenhloso yokubalekelela kulobusika esibheke kubo ngoba sebusemome. Kuphinde kwavela ukuthi uzohamba namathimba ezizezinhlekela ukuya komasipala ukuze azoyobhekelel imililo yequbula, izimvula ezinamandla, imimoya enamandla , imimoya ebandayo , iqwa. “ Uzobe ehambisana nezinye izinhlaka ukumbela labomasipla asebebalulwe ngenhla. Loluhambo luhlelelwe ukubakhona namuhla mhlaka 18 April 2024, kanti uzobe ehambisana nezinhlaka zikahulumeni, izinhlaka ezizimele. Uyobe eyoqinisekisa ukuthi izakhamuzi zomasipala ziyaphepha kulesikhathi sasebusika. Lomcimbi uhlelelwe ukuba ubanjelwe e-Coastlands Hotel, Musgrave isikhathi koba u-10 ekuseni,” esho. Ube esemema abezindaba ukuba bazothamela lomhlangano ngoba ungobaluleke kakhulu, ngoba kuhloswe ekuphephiseni abantu njengoba sebungenile ubusika.