UNGQONGQOSHE wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu, uMfu Thulasizwe Buthelezi, uthi uzohlangana nezinye iznhlaka ukuze bangenelele kuMasipala Umdoni okhungathwe zinkinga zokungabi nozinzo. Kuvelile ukuthi ungqongqoshe usegqamuke namasu okuthi kuzongenelelwa kanjani kulomasipala osubalulwe ngenhla kanti futhi usalinde iProvincial Council eholwa uNdunankulu wesiFundazwe uMnu Thami Ntuli, ukuze agunyaze lokungenelela, kanye nezinhlelo zokungenelela.
Kusale dengwane abangu-200 kusha imijondolo eDakota, eSiphingo
ISALE injena imijondolo eDakota.Izithombe. ZITHUNYELWE KUSALE dengwane izakhamizi ezingu-200 kusha imijondolo e-Dakota, eSiphingo, eThekwini, kuWadi-90. I-KwaZulu-Natal Provincial Disaster Management Centre...