UNGQONGQOSHE weZemfundo kwaZulu-Natal uMnu Sipho Hlomuka wedlulisa amazwi enduduzo emndenini wakwa Thusi. Lokhu kuloandelwa ukundlula emhlabeni kwaNkk Thusi obenguthisha eNgcede Primary School.Kuvelile ukuthi uNkk Thusi nabantwana bakhe ababili kanye nabanye abagibeli balahlekelweizimpilo zabo esigamekweni esingesihle eduze nedolobha uMnambithi.“Sithanda ukudlulisa amazwi enduduzo kuyo yonke imindeni nabangani balabo abalahlekelwe izimpilo zabo kulesi sigameko,” kusho uNgqongqoshe Hlomuka esitatimendeni.Uphethe ngokuthi sinesiqiniseko sokuthi abengalo yomthetho bazokwazi ukulandela umkhondo ukuzeabenzi bobubi bathole ukujeza okubafanele.
Kusale dengwane abangu-200 kusha imijondolo eDakota, eSiphingo
ISALE injena imijondolo eDakota.Izithombe. ZITHUNYELWE KUSALE dengwane izakhamizi ezingu-200 kusha imijondolo e-Dakota, eSiphingo, eThekwini, kuWadi-90. I-KwaZulu-Natal Provincial Disaster Management Centre...