UNGQONGQOSHE wezokuHlaliswa kwaBantu uMmamoloko Kubayi ephelezelwa nguMqondisi Jikelele Dr Alec Moemi, uSekela Sihlalo ehhovisini iDisclosyre , uTshifhiwa Mphingalale kanye neNational Housing Finance Corporation Board onguSihlalo uMnu Luthando Vuthula batshele abezindaba ngezinhlelo zabo zokuthuthukiswa kwezindaba zokuHlaliswa kwabantu. Bebekhuluma nabezindaba eRonnie Mamoepa Media centre , Hatfield, pretoria , South Africa izolo.
Asinakiwe isakhiwo esidala sesikole saseBlaauwbosch okwafundisa kuso uChief Albert Luthuli
SESASALA sinje isakhiwo esinomlando. Isithombe. SITHUNYELWE ASINAKIWE isakhiwo esidala sesikole samabanga aphansi saseBlaauwbosch, eNewcastle, eNyakatho neKwaZulu-Natal, lapho kwakufundisa khona inqalabutho...