Sunday, June 8, 2025
DONATE
PROFILE
  • Login
  • Register
No Result
View All Result
Izwi Lomphakathi Newspaper
ADVERTISEMENT
  • Home
    • Advertise
    • Rate Card
  • Community
  • Crime
  • News
    • Provincial
    • National
    • Politics
  • Entertainment
    • Events
  • Sports
    • Schools Sports
    • Club Sports
  • About Us
    • Terms & Conditions
    • Privacy Policy
Subscribe
  • Home
    • Advertise
    • Rate Card
  • Community
  • Crime
  • News
    • Provincial
    • National
    • Politics
  • Entertainment
    • Events
  • Sports
    • Schools Sports
    • Club Sports
  • About Us
    • Terms & Conditions
    • Privacy Policy
No Result
View All Result
Izwi Lomphakathi Newspaper
No Result
View All Result
Home Letter Community

Kube nomhlangono ophuthumayo emayini i-Gold one

by Langelihle Chagwe
January 10, 2024
in Community
Reading Time: 2 mins read
A A
0
Kube nomhlangono ophuthumayo emayini i-Gold one
Share on FacebookShare on Twitter

KUBIZWE umhlangano ophuthumayo ngelendlule e-Gold one! Lokhu kulandelwa ukuthi kuxoshwe izisebenzi ezingu-401, yilemayini esibalulwe ngenhla emva kokuba bebasolwe ngokuthi babamba isiteleke esingekho emthethweni ngokuthi bagqingqe emathunjini omhlaba alemayini ngo-October kanye noDecember , nyakenye , 2023. Kuvelile ukuthi uNgqongqoshe weZabasebenzi uMnu Thulasi Nxesi ubeyinxenye yalomhlangano, uMnu Xolani Nduna onguMqondisi osabambile , kwi Commission  for Conciliation , Mediation and Arbitration (CCMA), National Union of Mineworkers (NUM), yona ibimelwe nguMengameli wayo  uMnu Daniel Balepile, i-World Federation of Trade Unions (WAFTU), imelwe uMengameli wayo nayo uMnu Mzwandile Makwayiba, Impala Management imelwe ngu-Patrick Morutlwa oyi Group COO kanti neDepartment of Mineral Resources and Energy (DMRE).  Kuphinde kwavela ukuthi inhloso yalomhlangano bekungukuqhamuka nesixazululo emva  kokuba lemayini ixoshe labasebenzi asebebalulwe ngenhla. UNgqongqoshe kanye nomele iCCMA , bebeyolalela izethulo zomqashi kanye  nomqashi , ngenhloso yokuthi labasebenzi abaxoshiwe babuyiselwe emsebenzini. “ Ngokwesitatimende kuvelile ukuthi izisebenzi  bezinohlu lwezikhalaz nange okubalwa kuzo  i-Employee Share Ownership Scheme (ESOPS), Provident  Funds kanye nezigameko ezining zokusatshiswa , ukuvalwa kwemigwaqo kanye nokunye okuningi.” Kusho isitatimende, siqhuba sithi emva kokungenelela  kukangqomgqoshe kuhloswe ngakho ukuthi labasebenzi abaxoshwa babuyiselwe emsebenzini.  Siqhube sathi inhloso yomnyango ukuba kubhekwane nazo zonke izinqinamba  ezithinta abaqashi nabasebenzi ukuze kuphunywe nesixazululo. UNgqongqoshe uphinde wasigxeka isigameko sokubanjwa noma sokuthunjwa  kwabantu ngaphansi kwamathumbu omhlaba, wathi lokhu kungaholela ekulahlekeni kwemiphefumulo ngoba emgodini indawo ebucayi kakhulu. Uqhube wathi kubalulekile ukuthi kuxoxiswane abasebenzi nomqashi ingakangeneleli  izinyunyana, wakubeka ngokusobala ukuthi ezempilo kanye nezokuphepha ikona okubalulekile ezisebenzini. “ Kumele kugwenye ukudilizwa kwezisebenzi, kube khona uqeqesho lama Shop stewards, kwazeke ngegqaza okumele libanjwe zinyunyana, Disetla, igqaza lamaMining and Mineral Sector SETA (MQA SETA), kube khona izixazululo zesikhathi eside  kuvikelwe ukulahleka kwemisebenzi kuphinde kubuyiselwe labasebenzi abaxoshiwe emsebenzini, kuqhakambiswe futhi kuvikelwe nokuvalwa kwezimayini. Uphethe ngokuthi iumthetho wezabasebenzi  wase-South Africa ugunyaza ukuthi abasebenzi basebenze endaweni ehlanzekile , ephephile futhi lingaphulwa nelungelo labo eligunyazwe ilomthetho. Kuvelile ukuthi umsebenzi weCCMA ukuqinisekisa ukuthi ubudlelwano Phakathi komqashi nomqashwa buhle, kanti futhi basebenzisana ngokuthula.

ADVERTISEMENT
Langelihle Chagwe

Langelihle Chagwe

Izwi Lomphakathi Newspaper is 100 percent in IsiZulu and it was established immediated when the killer dicease Covid 19 plaqued the Globe. Publisher is an experienced Journalist with more than 21 years experience in the media fraternity. Publisher had worked for various newspapers such as The New Age,Daily Sun, Sowetan, Northern Natal Courier and other community newspapers. It aimed in promoting reading and to disseminate informatio or to inform the community at large about the news that is happening around them. It also aimed at promoting the culture of going back to basics and promote the reading using indigenous languages which is now fading. Going online will also help to educate, inform the public about news happening around them and nationally.

Related Posts

Asinakiwe isakhiwo esidala sesikole saseBlaauwbosch okwafundisa kuso uChief Albert Luthuli

Asinakiwe isakhiwo esidala sesikole saseBlaauwbosch okwafundisa kuso uChief Albert Luthuli

by Langelihle Chagwe
June 6, 2025
0
3

SESASALA sinje isakhiwo esinomlando. Isithombe. SITHUNYELWE ASINAKIWE isakhiwo esidala sesikole samabanga aphansi saseBlaauwbosch, eNewcastle, eNyakatho neKwaZulu-Natal, lapho kwakufundisa khona inqalabutho...

Kulindeleke lukhulu kowe Khaba Cup eMlazi

Kulindeleke lukhulu kowe Khaba Cup eMlazi

by Langelihle Chagwe
June 5, 2025
0
3

KUNGENKATHI kutonyulwa amaqembu azoqhudelana kwiKhaba Cup.Isithombe.SITHUNYELWE KULINDELEKE lukhulu emqhudelwaneni webhola likanobhutshuzwayo owaziwa nge Khaba Cup lapho kuzobe kuqhudelana khona amaqembu...

Ungqongqoshe kowengoma

Ungqongqoshe kowengoma

by Langelihle Chagwe
June 1, 2025
0
3

NGUNGQONGQOSHE nethimba lakhe.Isithombe.SITHUNYELWE SIHAYELWE ihlombe isenzo sikangqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana kanye neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natali uMfu Thulasizwe Buthelezi sokuba yingxenye yeNgoma KaZwelonke....

Kutholakale izimpahla ezingombombayi ezingabiza R400million, eThekwini

Kutholakale izimpahla ezingombombayi ezingabiza R400million, eThekwini

by Langelihle Chagwe
May 28, 2025
0
3

ZIMPAHLA ezitholakale kumakhontiyena. Izithombe.ZITHUNYELWE KUTHOLAKALE izimpahla ezingombombayi (fake) , ezingabiza imali engu-R400 million lapho kugcinwa khona impahla i-Edwin Swales, eThekwini...

Awukho umuzi ongenayo indlu yangasese

Awukho umuzi ongenayo indlu yangasese

by Langelihle Chagwe
May 20, 2025
0
3

NGUDR Vusi Shongwe. Isithombe.SITHUNYELWE KUYADINGEKA futhi kubalulekile uma omunye wethu evelele ngalokho uNkulunkulu amumbathise kona, sincome, simhalalisele. Ngihamba nobaba uDokotela...

 Kudutshulwe kwabulawa imigulukudu emithathu,e-Nanda

 Kudutshulwe kwabulawa imigulukudu emithathu,e-Nanda

by Langelihle Chagwe
May 13, 2025
0
3

SIBHAMU ezishaqwe kubulawa imigulukudu.Isithombe.SITHUNYELWE KUDUTSHULWE kwabulawa imigulukudu emithathu endaweni eyaziwa ngeZimbabwe,Amaoti, e-Nanda, ngenkathi bekudutshulwana namaphoyisa ngoMsombuluko (izolo),ntambama. Kubikwa ukuthi lesigameko...

Recommended

Inhlangano yezokugembula ijabulela ukubambisana nenhlangano Amashova National Classic

UNgqongqoshe wezeMfundo nesicelo soxhaso lothisha baka-Grade R 

7 months ago
3
Sekuyantwela ezansi!

Sekuyantwela ezansi!

2 years ago
3

About Us

Izwi Lomphakathi Newspaper

Izwi Lomphakathi Newspaper is 100 percent in IsiZulu and it was established immediated when the killer dicease Covid 19 plaqued the Globe. Publisher is an experienced Journalist with more than 21 years experience in the media fraternity. Publisher had worked for various newspapers such as The New Age,Daily Sun, Sowetan, Northern Natal Courier and other community newspapers.

Associations

Category

Socials

Newsletter

  • About
  • Advertise
  • Subscribe
  • Contact
  • Terms & Conditions
  • Privacy Policy
  • Cookie Policy (ZA)

© 2023 Izwi Lomphakathi Initiative is offered by SANEF

No Result
View All Result
  • Politics
  • Municpality
  • Local Business
  • Provincial
  • National
  • Entertainment
  • Events
  • Schools
  • Announcements
  • Sports
  • Community
  • Letter
  • Crime
  • People
  • Local Heros
  • Food

© 2023 Izwi Lomphakathi Initiative is offered by SANEF

Welcome Back!

Login to your account below

Forgotten Password? Sign Up

Create New Account!

Fill the forms below to register

All fields are required. Log In

Retrieve your password

Please enter your username or email address to reset your password.

Log In
Manage Cookie Consent
We use technologies like cookies to store and/or access device information.
Functional Always active
The technical storage or access is strictly necessary for the legitimate purpose of enabling the use of a specific service explicitly requested by the subscriber or user, or for the sole purpose of carrying out the transmission of a communication over an electronic communications network.
Preferences
The technical storage or access is necessary for the legitimate purpose of storing preferences that are not requested by the subscriber or user.
Statistics
The technical storage or access that is used exclusively for statistical purposes. The technical storage or access that is used exclusively for anonymous statistical purposes. Without a subpoena, voluntary compliance on the part of your Internet Service Provider, or additional records from a third party, information stored or retrieved for this purpose alone cannot usually be used to identify you.
Marketing
The technical storage or access is required to create user profiles to send advertising, or to track the user on a website or across several websites for similar marketing purposes.
Manage options Manage services Manage {vendor_count} vendors Read more about these purposes
View preferences
{title} {title} {title}