Wednesday, July 30, 2025
DONATE
PROFILE
  • Login
  • Register
No Result
View All Result
Izwi Lomphakathi Newspaper
ADVERTISEMENT
  • Home
    • Advertise
    • Rate Card
  • Community
  • Crime
  • News
    • Provincial
    • National
    • Politics
  • Entertainment
    • Events
  • Sports
    • Schools Sports
    • Club Sports
  • About Us
    • Terms & Conditions
    • Privacy Policy
Subscribe
  • Home
    • Advertise
    • Rate Card
  • Community
  • Crime
  • News
    • Provincial
    • National
    • Politics
  • Entertainment
    • Events
  • Sports
    • Schools Sports
    • Club Sports
  • About Us
    • Terms & Conditions
    • Privacy Policy
No Result
View All Result
Izwi Lomphakathi Newspaper
No Result
View All Result
Home Letter Community

Selunqunyiwe usuku lwesikhumbuzo seMpi yaseSandlwana

by Langelihle Chagwe
December 17, 2024
in Community
Reading Time: 2 mins read
A A
0
Isikhumbuzo se-World Aids Day sibe yimpumelelo eMzinyathi
Share on FacebookShare on Twitter

KUHLELWE ukuthi umbuthano wesikhumbuzo seMpi yaseSandlwana ube ngoJanuwari 22 wangonyaka ozayo, okuwusuku lapho uZulu anqoba khona amaNgisi kule mpi eyabambana ngezihluthu ngoJanuwari 22 ka-1879.

Lolu suku lukhishwe ngenkathi kunomhlangano obuhanjelwe nguMntwana wakwaMinyamanzi,  uVanana Zulu, imeya kaMasipala wesiFunda uMzinyathi, uMnuz Petros Ngubane, nemeya yoMasipala waseNquthu, uMnuz Lindokuhle Shabalala ngoLwesine, ngenhloso yokuzonquma usuku lwalesi sikhumbuzo esikhululu, esiheha izivakashi zaphesheya ezisuke zimele amaNgisi.

“Omasipala abangaphansi kwesifunda saseMzinyathi, okubalwa kubo iNquthu neNdumeni namhlanje bahlangane nabaNtwana baseNdlunkulu ukuzohlela ngesikhumbuzo seMpi yaseSandlwana.

“Kulo mhlangano obubanjelwe kuMasipala wesiFunda uMzinyathi abantwana baveze ukuthi isikhumbuzo saseSandlwana usuzoba ngomhlaka-22 Januwari 2025, okuwusuku lapho uZulu anqoba ngalo amaNgisi, okunguLwesithathu, hhayi impelasonto, njengokomyalelo weNgonyama.

ADVERTISEMENT

Abantwana baseNdlunkulu bathe izoba khona imicimbi eyandulela umkhosi omkhulu njengenhlalayenza, njengoba kuzoqalwa eShiyane ngaphambi kokuba kudlulelwe eSandlwana lapho kuzophethwa khona.

Amabutho azohlala izinsuku ezinhlanu eSandlwana elungiselela umkhosi omkhulu,” kusho imeya yaseMzinyathi, uNgubane.

Uthe njengoba okaNdaba esememezele akusekho ukuhlehlela emuva zonke izinhlelo sezimi ngomumo ngosuku lwesikhumbuzo.

“Ngokwezinhlelo zomasipala bethu simi ngomumo. Sizoqala eShiyane sidlulele eSandlwana. Umlando waseShiyane ubalulekile kakhulu ukuba abantu bawazi ngoba naseShiyane kunokhokho bethu abaphelela khona, ” kuqhuba uNgubane.

UMntwana uVanana Zulu obemele iNdlunkulu, uthe: “Siyathokoza ngoba sisebenza ngokubambisana nomasipala ukuze lo mcimbi ube yimpumelelo futhi uzokwenzeka ngqo ngosuku okwanqoba ngalo uZulu enqoba amaNgisi.”

Uthe umbuthano uzoqala eShiyane uphelele eSandlwana, awuzukuthatha usuku olulodwa njengaphambilini lapho, kodwa uzothatha izinsuku ezimbili. 

Uphethe ngokuthi abantu bazodamane baziswa ngokuqhubeka kwesikhathi ngezinhlelo ezikhona okukhona kuzo nezokuthutha ezindaweni zamakhosi esifunda saseMzinyathi.

Langelihle Chagwe

Langelihle Chagwe

Izwi Lomphakathi Newspaper is 100 percent in IsiZulu and it was established immediated when the killer dicease Covid 19 plaqued the Globe. Publisher is an experienced Journalist with more than 21 years experience in the media fraternity. Publisher had worked for various newspapers such as The New Age,Daily Sun, Sowetan, Northern Natal Courier and other community newspapers. It aimed in promoting reading and to disseminate informatio or to inform the community at large about the news that is happening around them. It also aimed at promoting the culture of going back to basics and promote the reading using indigenous languages which is now fading. Going online will also help to educate, inform the public about news happening around them and nationally.

Related Posts

Kuhlatshwe isoyi lokuphucula inqalasizinda kwiprojekthi ezodla-R89 million

Abamabandla balwemukele ushintsho oluhlogozwayo lokukhethwa kwesigungu esiphezulu, eMajuba

by Langelihle Chagwe
July 25, 2025
0
3

YISIGUNGU sesikhashana esimele amabandla ehlukene eMajuba.Isithombe.SITHUNYELWE ABAMABANDLA eMajuba balwemukele ushintsho oluhlongozwayo lokukhethwa kwesigungu esiphezulu esizomela lesi siFunda Amajuba kunhlangano engamele...

Bazongcwatshwa nguhulumeni abashone kuqubuka umlilo emijondolo i-Kennedy Road, eThekwini

Ubuholi bomdabu bunxuse ukuba kwakhiwe amabutho ezigodini zeNkosi, e-Springbok

by Langelihle Chagwe
July 22, 2025
0
3

KWESOKUQALA Inkosi yaseMalangeni Inkosi Madoda Nkosi namabutho. Isithombe.LANGELIHLE CHAGWE INKOSI yaseMalangeni KwaNkosi Traditional Council , Inkosi Madoda Gravis Nkosi, inxuse...

Bazongcwatshwa nguhulumeni abashone kuqubuka umlilo emijondolo i-Kennedy Road, eThekwini

Ube yimpumelelo umhlangano womphakathi namaphoyisa, E-Eastbourne

by Langelihle Chagwe
July 22, 2025
0
3

NGUMPHAKATHI namapahoyisa ngenkathi kunomhlangano.Izithombe. ZITHUNYELWE. UBE yimpumelelo umhlangano obuhlanganisa ikomidi labafuyi , amaphoyisa, abezolimo kanye nabafuyi obubanjelwe ehholweni lase Eastbourne...

Uhulumeni usekuqinisekisile ukuthi sebekhokhelwe abasiza ezikoleni abangu-124 000

by Langelihle Chagwe
July 15, 2025
0
3

UMNYANGO wezeMfundo eyisiSekelo (Department of Basic Education), usukuqinisekisile ukuthi abasiza ezikoleni abangu-124 000 sebekhokheliwe imihlomulo yabo. Kubikwa ukuthi lenkokhelo yenzeke...

Kusale dengwane abangu-200 kusha imijondolo eDakota, eSiphingo

Kusale dengwane abangu-200 kusha imijondolo eDakota, eSiphingo

by Langelihle Chagwe
July 11, 2025
0
3

ISALE injena imijondolo eDakota.Izithombe. ZITHUNYELWE KUSALE dengwane izakhamizi ezingu-200 kusha imijondolo e-Dakota, eSiphingo, eThekwini, kuWadi-90. I-KwaZulu-Natal Provincial Disaster Management Centre...

Amathimba ezimo eziphuthumayo ayalekelela emijondolo eshile i-Dakota, eSipingo

by Langelihle Chagwe
July 8, 2025
0
3

AMATHIMBA ezimo eziphuthumayo (KWAZULU-Natal Provincial Disaster Management Centre, phecelezi  (PDMC), isiqalile ihlanganisa usizo oluzonikezelwa  emindenimi ekhahlamezekile ngesikhathi kusha imijondolo eDakota,...

Recommended

Kulindeleke izimvula ezinamandla kulempelasonto

1 year ago
3
Udilikajele kwelokubulala umakhelwane

Udilikajele kwelokubulala umakhelwane

1 year ago
3

About Us

Izwi Lomphakathi Newspaper

Izwi Lomphakathi Newspaper is 100 percent in IsiZulu and it was established immediated when the killer dicease Covid 19 plaqued the Globe. Publisher is an experienced Journalist with more than 21 years experience in the media fraternity. Publisher had worked for various newspapers such as The New Age,Daily Sun, Sowetan, Northern Natal Courier and other community newspapers.

Associations

Category

Socials

Newsletter

  • About
  • Advertise
  • Subscribe
  • Contact
  • Terms & Conditions
  • Privacy Policy
  • Cookie Policy (ZA)

© 2023 Izwi Lomphakathi Initiative is offered by SANEF

No Result
View All Result
  • Politics
  • Municpality
  • Local Business
  • Provincial
  • National
  • Entertainment
  • Events
  • Schools
  • Announcements
  • Sports
  • Community
  • Letter
  • Crime
  • People
  • Local Heros
  • Food

© 2023 Izwi Lomphakathi Initiative is offered by SANEF

Welcome Back!

Login to your account below

Forgotten Password? Sign Up

Create New Account!

Fill the forms below to register

All fields are required. Log In

Retrieve your password

Please enter your username or email address to reset your password.

Log In
Manage Cookie Consent
We use technologies like cookies to store and/or access device information.
Functional Always active
The technical storage or access is strictly necessary for the legitimate purpose of enabling the use of a specific service explicitly requested by the subscriber or user, or for the sole purpose of carrying out the transmission of a communication over an electronic communications network.
Preferences
The technical storage or access is necessary for the legitimate purpose of storing preferences that are not requested by the subscriber or user.
Statistics
The technical storage or access that is used exclusively for statistical purposes. The technical storage or access that is used exclusively for anonymous statistical purposes. Without a subpoena, voluntary compliance on the part of your Internet Service Provider, or additional records from a third party, information stored or retrieved for this purpose alone cannot usually be used to identify you.
Marketing
The technical storage or access is required to create user profiles to send advertising, or to track the user on a website or across several websites for similar marketing purposes.
Manage options Manage services Manage {vendor_count} vendors Read more about these purposes
View preferences
{title} {title} {title}