Saturday, June 7, 2025
DONATE
PROFILE
  • Login
  • Register
No Result
View All Result
Izwi Lomphakathi Newspaper
ADVERTISEMENT
  • Home
    • Advertise
    • Rate Card
  • Community
  • Crime
  • News
    • Provincial
    • National
    • Politics
  • Entertainment
    • Events
  • Sports
    • Schools Sports
    • Club Sports
  • About Us
    • Terms & Conditions
    • Privacy Policy
Subscribe
  • Home
    • Advertise
    • Rate Card
  • Community
  • Crime
  • News
    • Provincial
    • National
    • Politics
  • Entertainment
    • Events
  • Sports
    • Schools Sports
    • Club Sports
  • About Us
    • Terms & Conditions
    • Privacy Policy
No Result
View All Result
Izwi Lomphakathi Newspaper
No Result
View All Result
Home Letter Community

Uhulumeni usememezele ukuthi u-Eskom umatasa ubuyisela amatransformer kuMasipala Abaqulusi

by Langelihle Chagwe
February 4, 2025
in Community
Reading Time: 1 min read
A A
0
Uhulumeni usememezele ukuthi u-Eskom umatasa ubuyisela amatransformer kuMasipala Abaqulusi
Share on FacebookShare on Twitter

YIZAKHAMIZI ngenkathi kubuyiselwa ama transformer.Isithombe.SITHUNYELWE

INHLANGANO ephehla iphinde iphakele ugesi izakhamizi kanye nezimboni e-South Africa ,i-Eskom imatasatasa ibuyisela ama transformer ewakhiphe emva kokuba ecekelwe phansi izimvula ezinamandla ebezihambisana nesiphepho ngempelasonto esiphuma kuyo.

Kukholakala ukuthi inhlangano ephehla iphinde iphakele ugesi i-Eskom  kuphoqelekile ukuthi iwakhiphe ama transformer abecekelwe phansi zimvula ezinamandla kanti kumanje imatasatasa ifake amanye amatransformer.

UNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal uMfu Thulasizwe Buthelezi uthe esitatimendeni:” Inkampani ephehla iphinde iphakele ugesi i-Eskom imatasatasa ibuyisela ama transformer ewakhiphe emva kokuba ecekelwe phansi izimvula ezinamandla ebezihamba nesiphepho ezishiye abantu abaningi dengwane ngempelasonto.”

Uqhube wathi uyabonakala umehluko endaweni yase Mondlo ngoba sekubuyiselwe ama transformer angu-13 kwangu-18, kanti nokukhanya kukagesi sekusebenza njengokujwayelekile.

“Ukubambisana phakathi komnyanga wezoMdabu kanye nalenhlangano ephehla iphinde iphakele ugesi i-Eskom, kuthela izithelo ezinhle ngoba asebuyiselwe amanye ama transformer,” esho esitatimendeni.

“ Sibonga kakhulu lenhlangano ephakele ugesi ngokusebenza ngokukhulu ukuzikhandla ukuze ibuyisele mbani kwizakhamizi, ezikhahlamezekile.

ADVERTISEMENT

“ UNgqongqoshe uphinde wavakashela izakhamizi ezikhahlanyezwe ilezimvula ezinamandla, kuloMasipala Abaqulusi, kanti uhambisana nezikhulu zikamasipala kanye nababhekelele ezezinhlekelele,” kuqhuba okhulumela lomnyango uMnuz Senzo Mzila  esitatimendeni.

Uphethe ngokuthi umnyango uzophinda usiqaphe isimo sokuthi umsebenzi uyaqhubeka ngendlela kanti futhi umphakathi uzokwaziswa ngenqubekela phambili.

Langelihle Chagwe

Langelihle Chagwe

Izwi Lomphakathi Newspaper is 100 percent in IsiZulu and it was established immediated when the killer dicease Covid 19 plaqued the Globe. Publisher is an experienced Journalist with more than 21 years experience in the media fraternity. Publisher had worked for various newspapers such as The New Age,Daily Sun, Sowetan, Northern Natal Courier and other community newspapers. It aimed in promoting reading and to disseminate informatio or to inform the community at large about the news that is happening around them. It also aimed at promoting the culture of going back to basics and promote the reading using indigenous languages which is now fading. Going online will also help to educate, inform the public about news happening around them and nationally.

Related Posts

Asinakiwe isakhiwo esidala sesikole saseBlaauwbosch okwafundisa kuso uChief Albert Luthuli

Asinakiwe isakhiwo esidala sesikole saseBlaauwbosch okwafundisa kuso uChief Albert Luthuli

by Langelihle Chagwe
June 6, 2025
0
3

SESASALA sinje isakhiwo esinomlando. Isithombe. SITHUNYELWE ASINAKIWE isakhiwo esidala sesikole samabanga aphansi saseBlaauwbosch, eNewcastle, eNyakatho neKwaZulu-Natal, lapho kwakufundisa khona inqalabutho...

Kulindeleke lukhulu kowe Khaba Cup eMlazi

Kulindeleke lukhulu kowe Khaba Cup eMlazi

by Langelihle Chagwe
June 5, 2025
0
3

KUNGENKATHI kutonyulwa amaqembu azoqhudelana kwiKhaba Cup.Isithombe.SITHUNYELWE KULINDELEKE lukhulu emqhudelwaneni webhola likanobhutshuzwayo owaziwa nge Khaba Cup lapho kuzobe kuqhudelana khona amaqembu...

Ungqongqoshe kowengoma

Ungqongqoshe kowengoma

by Langelihle Chagwe
June 1, 2025
0
3

NGUNGQONGQOSHE nethimba lakhe.Isithombe.SITHUNYELWE SIHAYELWE ihlombe isenzo sikangqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana kanye neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natali uMfu Thulasizwe Buthelezi sokuba yingxenye yeNgoma KaZwelonke....

Kutholakale izimpahla ezingombombayi ezingabiza R400million, eThekwini

Kutholakale izimpahla ezingombombayi ezingabiza R400million, eThekwini

by Langelihle Chagwe
May 28, 2025
0
3

ZIMPAHLA ezitholakale kumakhontiyena. Izithombe.ZITHUNYELWE KUTHOLAKALE izimpahla ezingombombayi (fake) , ezingabiza imali engu-R400 million lapho kugcinwa khona impahla i-Edwin Swales, eThekwini...

Awukho umuzi ongenayo indlu yangasese

Awukho umuzi ongenayo indlu yangasese

by Langelihle Chagwe
May 20, 2025
0
3

NGUDR Vusi Shongwe. Isithombe.SITHUNYELWE KUYADINGEKA futhi kubalulekile uma omunye wethu evelele ngalokho uNkulunkulu amumbathise kona, sincome, simhalalisele. Ngihamba nobaba uDokotela...

 Kudutshulwe kwabulawa imigulukudu emithathu,e-Nanda

 Kudutshulwe kwabulawa imigulukudu emithathu,e-Nanda

by Langelihle Chagwe
May 13, 2025
0
3

SIBHAMU ezishaqwe kubulawa imigulukudu.Isithombe.SITHUNYELWE KUDUTSHULWE kwabulawa imigulukudu emithathu endaweni eyaziwa ngeZimbabwe,Amaoti, e-Nanda, ngenkathi bekudutshulwana namaphoyisa ngoMsombuluko (izolo),ntambama. Kubikwa ukuthi lesigameko...

Recommended

Iminyango kahulumeni ehlukene ivakashele abakhahlanyezwe zimvula ezinamandla, nesiphepho e-Nelson Mandela Bay Municipality

Iminyango kahulumeni ehlukene ivakashele abakhahlanyezwe zimvula ezinamandla, nesiphepho e-Nelson Mandela Bay Municipality

1 year ago
3
Inyanga kaSeptember inyanga yamagugu nokungcebeleka

Kuvulwe ngokusemthethweni isikole esaqanjwa ngenqalabutho uDkt John Langalibalele Dube

9 months ago
3

About Us

Izwi Lomphakathi Newspaper

Izwi Lomphakathi Newspaper is 100 percent in IsiZulu and it was established immediated when the killer dicease Covid 19 plaqued the Globe. Publisher is an experienced Journalist with more than 21 years experience in the media fraternity. Publisher had worked for various newspapers such as The New Age,Daily Sun, Sowetan, Northern Natal Courier and other community newspapers.

Associations

Category

Socials

Newsletter

  • About
  • Advertise
  • Subscribe
  • Contact
  • Terms & Conditions
  • Privacy Policy
  • Cookie Policy (ZA)

© 2023 Izwi Lomphakathi Initiative is offered by SANEF

No Result
View All Result
  • Politics
  • Municpality
  • Local Business
  • Provincial
  • National
  • Entertainment
  • Events
  • Schools
  • Announcements
  • Sports
  • Community
  • Letter
  • Crime
  • People
  • Local Heros
  • Food

© 2023 Izwi Lomphakathi Initiative is offered by SANEF

Welcome Back!

Login to your account below

Forgotten Password? Sign Up

Create New Account!

Fill the forms below to register

All fields are required. Log In

Retrieve your password

Please enter your username or email address to reset your password.

Log In
Manage Cookie Consent
We use technologies like cookies to store and/or access device information.
Functional Always active
The technical storage or access is strictly necessary for the legitimate purpose of enabling the use of a specific service explicitly requested by the subscriber or user, or for the sole purpose of carrying out the transmission of a communication over an electronic communications network.
Preferences
The technical storage or access is necessary for the legitimate purpose of storing preferences that are not requested by the subscriber or user.
Statistics
The technical storage or access that is used exclusively for statistical purposes. The technical storage or access that is used exclusively for anonymous statistical purposes. Without a subpoena, voluntary compliance on the part of your Internet Service Provider, or additional records from a third party, information stored or retrieved for this purpose alone cannot usually be used to identify you.
Marketing
The technical storage or access is required to create user profiles to send advertising, or to track the user on a website or across several websites for similar marketing purposes.
Manage options Manage services Manage {vendor_count} vendors Read more about these purposes
View preferences
{title} {title} {title}