Friday, June 6, 2025
DONATE
PROFILE
  • Login
  • Register
No Result
View All Result
Izwi Lomphakathi Newspaper
ADVERTISEMENT
  • Home
    • Advertise
    • Rate Card
  • Community
  • Crime
  • News
    • Provincial
    • National
    • Politics
  • Entertainment
    • Events
  • Sports
    • Schools Sports
    • Club Sports
  • About Us
    • Terms & Conditions
    • Privacy Policy
Subscribe
  • Home
    • Advertise
    • Rate Card
  • Community
  • Crime
  • News
    • Provincial
    • National
    • Politics
  • Entertainment
    • Events
  • Sports
    • Schools Sports
    • Club Sports
  • About Us
    • Terms & Conditions
    • Privacy Policy
No Result
View All Result
Izwi Lomphakathi Newspaper
No Result
View All Result
Home Letter Community

Kuboshwe abasolwa abawu-145 , abayamaniswa namacala okubulala

by Langelihle Chagwe
June 3, 2024
in Community
Reading Time: 1 min read
A A
0
Odilikajele abathathu kanye neminyaka engu-160, kowadlwengula ephindelela
Share on FacebookShare on Twitter

NJENGOBA bebheke okhethweni ngamehlo abamvu futhi kusabelwa ukuthi kungase kubekhona udlame esiFundazweni i-KwaZulu-Natal , okwenza kuphoqeleke ukuthi kutshalwe amaphoyisa awu-17 000, kulesifunda kusaqhubeka ukhetho. Kuphinde kwavela ukuthi nanxa amaphoyisa abejutshiwe abejutshelwe ukuthi azoqapha udlame obekusolakale ukuthi lungase lubheduke ngoba kunokhetho kodwa amaphoyisa akwazile ukuqapha udweshu aphinde abopha abasolwa abawu-9 595, ngayo lenyanga u-May.  Kuvelile ukuthi laba basolwa baboshwe ngamacala ahlukahlukene okubalwa kuwo awu-145 okubulala, awu-3 124, athinta amacala ahlobene nokuthintana (contact crime), awu- 186 awokuzama ukubulala, 295 okutholakala nezibhamu ezingekho emthethweni, okubalwa kuzo izibhamu eziyimijoja ntaba eziwu-11 (11 rifles),  11 shotguns, eziwu-12 zokuzikhandela. Okhulumela amaphoyisa esifundazweni uCol Robert Netshiunda uthe kushaqw izinhlambu eziwu-2 496 , zezinhlobo zezibhamu ezahlukene.

 Uthe uhlelo lwabo lokulwisana nokuhlukunyezwa kwezingane nabesifazane nakho kuthele izithelo ezinhle ngoba amaphoyisa akhonile ukubopha abasolwa abawu-205 kwawokudlwengula, awu-12 owokuzama ukudlwengula, bese kuba awu-32 okuhlukumeza ngokocansi kanti futhi kuphindwe kwaboshwa abasolwa abawu-155, okususa udlame emakhaya phecelezi Domestic Violence. Uqhube wathi kuphindwe kwaboshwa abawu- 172, emva bevinjwe benza amacala okugqekeza kuhlonyiwe , kwaba awu-17, amaningi okubanjwa inkunzi ezindlini.

ADVERTISEMENT

“ Kuboshwe abawu-1 480, ababoshelwe ukushaya abanye ngenhloso yokulimaza,” esho Uthe abawu-600 baboshelwe okushaya ngokujwayelekile kanti kuphindwe kwaboshwa nabawu-393 ngokutholakala nempahla yokwebiwa , kwaphinde kwaboshwa abawu-216 okugqekeza Uphethe ngokuthi abawu-49, baboshelwe ukwebiwa kwemfuyo kwathi abawu-338 baboshelwa ukushayela bephuzile, kwathi abawu 64, baboshelwa ukuthumba kanye nokudala uthuthuva emphakathini. Bonke labasolwa bazovela ezinkantolo ezahlukene esifundazweni.

Langelihle Chagwe

Langelihle Chagwe

Izwi Lomphakathi Newspaper is 100 percent in IsiZulu and it was established immediated when the killer dicease Covid 19 plaqued the Globe. Publisher is an experienced Journalist with more than 21 years experience in the media fraternity. Publisher had worked for various newspapers such as The New Age,Daily Sun, Sowetan, Northern Natal Courier and other community newspapers. It aimed in promoting reading and to disseminate informatio or to inform the community at large about the news that is happening around them. It also aimed at promoting the culture of going back to basics and promote the reading using indigenous languages which is now fading. Going online will also help to educate, inform the public about news happening around them and nationally.

Related Posts

Kulindeleke lukhulu kowe Khaba Cup eMlazi

Kulindeleke lukhulu kowe Khaba Cup eMlazi

by Langelihle Chagwe
June 5, 2025
0
3

KUNGENKATHI kutonyulwa amaqembu azoqhudelana kwiKhaba Cup.Isithombe.SITHUNYELWE KULINDELEKE lukhulu emqhudelwaneni webhola likanobhutshuzwayo owaziwa nge Khaba Cup lapho kuzobe kuqhudelana khona amaqembu...

Ungqongqoshe kowengoma

Ungqongqoshe kowengoma

by Langelihle Chagwe
June 1, 2025
0
3

NGUNGQONGQOSHE nethimba lakhe.Isithombe.SITHUNYELWE SIHAYELWE ihlombe isenzo sikangqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana kanye neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natali uMfu Thulasizwe Buthelezi sokuba yingxenye yeNgoma KaZwelonke....

Kutholakale izimpahla ezingombombayi ezingabiza R400million, eThekwini

Kutholakale izimpahla ezingombombayi ezingabiza R400million, eThekwini

by Langelihle Chagwe
May 28, 2025
0
3

ZIMPAHLA ezitholakale kumakhontiyena. Izithombe.ZITHUNYELWE KUTHOLAKALE izimpahla ezingombombayi (fake) , ezingabiza imali engu-R400 million lapho kugcinwa khona impahla i-Edwin Swales, eThekwini...

Awukho umuzi ongenayo indlu yangasese

Awukho umuzi ongenayo indlu yangasese

by Langelihle Chagwe
May 20, 2025
0
3

NGUDR Vusi Shongwe. Isithombe.SITHUNYELWE KUYADINGEKA futhi kubalulekile uma omunye wethu evelele ngalokho uNkulunkulu amumbathise kona, sincome, simhalalisele. Ngihamba nobaba uDokotela...

 Kudutshulwe kwabulawa imigulukudu emithathu,e-Nanda

 Kudutshulwe kwabulawa imigulukudu emithathu,e-Nanda

by Langelihle Chagwe
May 13, 2025
0
3

SIBHAMU ezishaqwe kubulawa imigulukudu.Isithombe.SITHUNYELWE KUDUTSHULWE kwabulawa imigulukudu emithathu endaweni eyaziwa ngeZimbabwe,Amaoti, e-Nanda, ngenkathi bekudutshulwana namaphoyisa ngoMsombuluko (izolo),ntambama. Kubikwa ukuthi lesigameko...

Kuzokwakhiwa izindlu eziyisishiyagalolunye kwaNongoma

by Langelihle Chagwe
April 15, 2025
0
3

UNGQONGQOSHE wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal uMfu Thulasizwe Buthelezi usememezele ukuthi , umnuango awubhekile ubambisane nezinhlaka ezahlukene okubalwa kuzo i-Old...

Recommended

Kuzoba nomhlangano wobuholi bendabuko i-Provincial House of Traditional Leaders

Imikhandlu yaMakhosi isizoba nesabelo mali yazo

9 months ago
3
Owesifazane waseMzinyathi uvuna izithelo zempumelelo kwezolimo

Abezezinhlekelele bame ngomumo  ekulwisaneni nemililo yequbula

11 months ago
3

About Us

Izwi Lomphakathi Newspaper

Izwi Lomphakathi Newspaper is 100 percent in IsiZulu and it was established immediated when the killer dicease Covid 19 plaqued the Globe. Publisher is an experienced Journalist with more than 21 years experience in the media fraternity. Publisher had worked for various newspapers such as The New Age,Daily Sun, Sowetan, Northern Natal Courier and other community newspapers.

Associations

Category

Socials

Newsletter

  • About
  • Advertise
  • Subscribe
  • Contact
  • Terms & Conditions
  • Privacy Policy
  • Cookie Policy (ZA)

© 2023 Izwi Lomphakathi Initiative is offered by SANEF

No Result
View All Result
  • Politics
  • Municpality
  • Local Business
  • Provincial
  • National
  • Entertainment
  • Events
  • Schools
  • Announcements
  • Sports
  • Community
  • Letter
  • Crime
  • People
  • Local Heros
  • Food

© 2023 Izwi Lomphakathi Initiative is offered by SANEF

Welcome Back!

Login to your account below

Forgotten Password? Sign Up

Create New Account!

Fill the forms below to register

All fields are required. Log In

Retrieve your password

Please enter your username or email address to reset your password.

Log In
Manage Cookie Consent
We use technologies like cookies to store and/or access device information.
Functional Always active
The technical storage or access is strictly necessary for the legitimate purpose of enabling the use of a specific service explicitly requested by the subscriber or user, or for the sole purpose of carrying out the transmission of a communication over an electronic communications network.
Preferences
The technical storage or access is necessary for the legitimate purpose of storing preferences that are not requested by the subscriber or user.
Statistics
The technical storage or access that is used exclusively for statistical purposes. The technical storage or access that is used exclusively for anonymous statistical purposes. Without a subpoena, voluntary compliance on the part of your Internet Service Provider, or additional records from a third party, information stored or retrieved for this purpose alone cannot usually be used to identify you.
Marketing
The technical storage or access is required to create user profiles to send advertising, or to track the user on a website or across several websites for similar marketing purposes.
Manage options Manage services Manage {vendor_count} vendors Read more about these purposes
View preferences
{title} {title} {title}