UNGQONGQOSHE wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdaba,uMfu Thulasizwe Buthelezi uhlele umhlangano nobuholi bendabuku iKZN Provincial House of Traditional and Khoi-San Leaders. Kuvelile ukuthi inhloso yalomhlangano ukuthola kabanzi ngezindaba ezithinta ubuholi bendabuko esiFundazweni saKwaZulu-Natal. Kumenywe abezindaba ukuthi babe inxenye yalomhlangano ohlelwe kanye: Usuku: 13 September 2024
Isikhathi:9 ekuseni
Indawo: Aloe Lifestyle Hotel/ Eshowe.
Amathimba ezimo eziphuthumayo ayalekelela emijondolo eshile i-Dakota, eSipingo
AMATHIMBA ezimo eziphuthumayo (KWAZULU-Natal Provincial Disaster Management Centre, phecelezi (PDMC), isiqalile ihlanganisa usizo oluzonikezelwa emindenimi ekhahlamezekile ngesikhathi kusha imijondolo eDakota,...