EKUQIKELELENI ukuthi liyehla izinga lobugebengu nokubanjwa kwenkunzi kwabantu, uMasipala waseDanawozi usufake izibani (mast lights) ezikhanyisa ezindaweni ezinalomkhuba wokubanjwa kwenkunzi emawadini,kumawadi alandelayo 3,5,9,12 kanye naku-13 lezibani sezifakiwe kanti futhi uMasipala unezinhlelo zokuthi uzifake kuwo wonke amawadi angu-13 angaphansi kwaloMasipala, futhi usubeke imali engu-R1 100 000.00 ekuqhubeni lomsebenzi. “Lezibani zizosiza kakhulu abantu abahamba ngezinyawo ezindaweni ezimnyama ukuba bangabanjwa inkunzi,” kusho uLungelo Gcabashe oyiMenenja Engineering Services.
IN A BID to curb crime that is being perpetrated by darkness in the streets ,Dannhauser Municipality is fast tracking the installation of the mast lights in all its wards. In some other wards like ward 3,5,9,12 and 13 the municipality had already put up mast lights to help reduce crime in its jurisdiction of Dannhauser ,and it has set aside R1 100 000 to install them in all 13 wards. “This financial year 2018-2019 Dannhauser Municipality has set aside R1 100 000.00 for the installation of these lights in wards 6, 7, 9, 10, 11 and 13,” said Lungelo Gcabashe, Manager Engineering Services.