UMNYANGO weZemfundo KwaZulu-Natal ufisa ukundlulisa uphinde wazise umphakathi ukuthi uFacebook weNhloko yomnyango ousbalulwe ngenhla uMnu Nkosinathi Ngcobo. Okhulumela lomnyango osubalulwe ngenhla uMnu Muzi Mahlambi uthe konke okukhulunywa kuloFacebook kumele umphakathi ungakunaki ngoba akugqamuki emnyangweni.
Uhulumeni uqwashisa izakhamizi ngokulala nezimbawula
UNGQONGQOSHE wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natal uMfu Thulasizwe Buthelezi usekhiphe isexwayiso sokuthi izakhamizi aziqikelele ukuthi azilali nezimbawula njengoba kuyisizini yasebusika...