Saturday, June 7, 2025
DONATE
PROFILE
  • Login
  • Register
No Result
View All Result
Izwi Lomphakathi Newspaper
ADVERTISEMENT
  • Home
    • Advertise
    • Rate Card
  • Community
  • Crime
  • News
    • Provincial
    • National
    • Politics
  • Entertainment
    • Events
  • Sports
    • Schools Sports
    • Club Sports
  • About Us
    • Terms & Conditions
    • Privacy Policy
Subscribe
  • Home
    • Advertise
    • Rate Card
  • Community
  • Crime
  • News
    • Provincial
    • National
    • Politics
  • Entertainment
    • Events
  • Sports
    • Schools Sports
    • Club Sports
  • About Us
    • Terms & Conditions
    • Privacy Policy
No Result
View All Result
Izwi Lomphakathi Newspaper
No Result
View All Result
Home Crime

Kuboshwe abasolwa ababili, kwashaqwa izibhamu

by Langelihle Chagwe
March 18, 2025
in Crime
Reading Time: 1 min read
A A
0
Odilikajele abathathu kanye neminyaka engu-160, kowadlwengula ephindelela
Share on FacebookShare on Twitter

KUBOSHWE abasolwa ababili abaneminyaka esukela kwengu-27 kuya kwengu-33 ezigamekweni ezimbili ezahlukene ngeSonto nangoMsombuluko.

Kubikwa ukuthi amaphoyisa abebhizi nomkhankaso wawo obizwa ngokuthi yi-Operation Vala Umgodi ,ngenkathi ebopha abasolwa ababili Esikhaleni, emva kokuba bebathole nezibhamu ezingekho emthethweni kanye nezinhlamvu.

Okhulumela amaphoyisa esiFundazweni saKwaZulu-Natal uLieutenant-Colonel Paul Magwaza uthe esitatimendeni, kuboshwe abasolwa ababili ezigamekweni ezimbili ezahlukene, ngenkathi amaphoyisa abebhizi nomkhankaso wawo owaziwa ngokuthi yi-Operation Vala Umgodi.

Uthe esitatimendeni , amaphoyisa alunywe indlebe ngokuthi kunemigulukudu emibili ebihlela ukuyobamba inkunzi kuhlonyiwe.

ADVERTISEMENT

Uqhube wathi esitatimendeni , ngokolwazi olutholwe ngamaphoyisa, wukuthi laba basolwa bese bevele sebedune nemoto abazoyisebenzisa ekugileni lomkhuba wokubamba inkunzi kuhlonyiwe.

“Amaphoyisa alandele lomkhondo abe esebopha umsolwa wokuqala oneminyaka engu-27 Esikhaleni ngeSonto, kwathi ngoMsombuluko abe esebopha umsolwa wesibili oneminyaka engu-33, ngaphansi komkhankaso i-Operation Vala Umgodi,” kusho uLieutenant-Colonel Magwaza, eqhuba ethi naye umsolwa wesibili utholakale nesibhamu esingekho emthethweni kanye nezinhlamvu  ngenkathi eboshwa.

Uqhube wathi esitatimendeni , imoto ebiduniwe kusetshenziswe ubuchwepheshe i-Tracker yabe isitholakala KwaDukuza.

Uphethe ngokuthi abasolwa bo babili bazovela eNkantolo kaMantshi wase Esikhaleni ngoLwesithathu mhlaka 19 Mashi 2025, bebhekene namacala okutholakala nezibhamu ezingekho emthethweni kanye nelokuduna imoto.

Langelihle Chagwe

Langelihle Chagwe

Izwi Lomphakathi Newspaper is 100 percent in IsiZulu and it was established immediated when the killer dicease Covid 19 plaqued the Globe. Publisher is an experienced Journalist with more than 21 years experience in the media fraternity. Publisher had worked for various newspapers such as The New Age,Daily Sun, Sowetan, Northern Natal Courier and other community newspapers. It aimed in promoting reading and to disseminate informatio or to inform the community at large about the news that is happening around them. It also aimed at promoting the culture of going back to basics and promote the reading using indigenous languages which is now fading. Going online will also help to educate, inform the public about news happening around them and nationally.

Related Posts

Ugwetshwe udilikajele owadlwengula ingane eneminyaka emihlanu  (5), wayivala ngeshumi

Ugwetshwe iminyaka eyishumi nanhlanu kwelokudlwengula ingane-4

by Langelihle Chagwe
June 3, 2025
0
3

UGWETSHWE iminyaka eyishumi nanhlanu umlisa oneminyaka engamashumi amathathu nantathu(33), emva kokuba elahlwe icala lokudlwengula ingane eneminyaka emine vo. Lesigilamkhuba sigwetshwe...

Injabulo umndeni wakwaMabizela unikelelwa ngezingubo zokulala, igilosa e-Uikuik

Uphinde waboshwa umsolwa oweqa ezitokisini ngelokudlwengula,eNkandla

by Langelihle Chagwe
May 28, 2025
0
3

NGAMAPHOYISA abophe umsolwa kanye naye umsolwa.Isithombe.SITHUNYELWE UPHINDE waboshwa umsolwa oneminyaka engamashumi amabili nesishiyagalombili oweqa esitokisini samaphoyisa ase Mariannhill ngoMsombuluko ngeviki...

Injabulo umndeni wakwaMabizela unikelelwa ngezingubo zokulala, igilosa e-Uikuik

Kusale enkundleni abasolwa ababili abebethungathelwa ukubamba inkunzi imoto yemali KwaZulu-Natal

by Langelihle Chagwe
May 28, 2025
0
3

ESINYE sezibhamu esishaqwe kulaba abasale enkundleni.Isithombe.SITHUNYELWE KUSALE enkundleni abasolwa ababili abebefunwa ukhasha ngamaphoyisa ngamacala okubamba izimoto zemali inkuzi kuhlonyiwe ezindaweni...

Injabulo umndeni wakwaMabizela unikelelwa ngezingubo zokulala, igilosa e-Uikuik

Amaphoyisa athungatha osolwa ngelokuzama ukubulala, eMsinga

by Langelihle Chagwe
May 28, 2025
0
3

NGUMSOLWA othungathwa ngelokuzama ukubulala ematekisini.Isithombe.SITHUNYELWE AMAPHOYISA aKwaZulu-Natal athungatha umsolwa  uRichard Zwakushiwo Dlamini owaziwa ngelika ‘Masiliva’ olibe abalekela ingalo yomthetho ngo...

Kuboshwe imigulukudu emithathu, kwatholakala izibhamu,eNquthu

Kuboshwe imigulukudu emithathu, kwatholakala izibhamu,eNquthu

by Langelihle Chagwe
May 20, 2025
0
3

ZIBHAMU ezitholakale kuboshwa abasolwa.Isithombe. SAPS UMKHANKASO wamaphoyisa wokulwisana nokuphathwa kwezibhamu ezingekho emthethweni kwisiFunda uMzinyathi uthela izithelo. Kubikwa ukuthi kuboshwe abasolwa...

Odilikajele abathathu kanye neminyaka engu-160, kowadlwengula ephindelela

Kuboshwe owesifazane ngokuvula amacala angekho, eVerulam

by Langelihle Chagwe
May 15, 2025
0
3

KUBOSHWE owesifazane oneminyaka engu-18 emva kokuba evule amacala amabili angekho ,elokuthunjwa kanye nelokudlwengulwa eVerulam mhlaka 2 Meyi 2025. Kubikwa ukuthi...

Recommended

Kuphuculwe izimpilo zabantu eMshwathi

I-Hollywood Foundation neSANTACO, emkhankasweni obizwa nge-BACK TO SCHOOL

1 year ago
3
Akukho zigameko ezibikiwe ngoMkhosi woMhlanga

Akukho zigameko ezibikiwe ngoMkhosi woMhlanga

9 months ago
3

About Us

Izwi Lomphakathi Newspaper

Izwi Lomphakathi Newspaper is 100 percent in IsiZulu and it was established immediated when the killer dicease Covid 19 plaqued the Globe. Publisher is an experienced Journalist with more than 21 years experience in the media fraternity. Publisher had worked for various newspapers such as The New Age,Daily Sun, Sowetan, Northern Natal Courier and other community newspapers.

Associations

Category

Socials

Newsletter

  • About
  • Advertise
  • Subscribe
  • Contact
  • Terms & Conditions
  • Privacy Policy
  • Cookie Policy (ZA)

© 2023 Izwi Lomphakathi Initiative is offered by SANEF

No Result
View All Result
  • Politics
  • Municpality
  • Local Business
  • Provincial
  • National
  • Entertainment
  • Events
  • Schools
  • Announcements
  • Sports
  • Community
  • Letter
  • Crime
  • People
  • Local Heros
  • Food

© 2023 Izwi Lomphakathi Initiative is offered by SANEF

Welcome Back!

Login to your account below

Forgotten Password? Sign Up

Create New Account!

Fill the forms below to register

All fields are required. Log In

Retrieve your password

Please enter your username or email address to reset your password.

Log In
Manage Cookie Consent
We use technologies like cookies to store and/or access device information.
Functional Always active
The technical storage or access is strictly necessary for the legitimate purpose of enabling the use of a specific service explicitly requested by the subscriber or user, or for the sole purpose of carrying out the transmission of a communication over an electronic communications network.
Preferences
The technical storage or access is necessary for the legitimate purpose of storing preferences that are not requested by the subscriber or user.
Statistics
The technical storage or access that is used exclusively for statistical purposes. The technical storage or access that is used exclusively for anonymous statistical purposes. Without a subpoena, voluntary compliance on the part of your Internet Service Provider, or additional records from a third party, information stored or retrieved for this purpose alone cannot usually be used to identify you.
Marketing
The technical storage or access is required to create user profiles to send advertising, or to track the user on a website or across several websites for similar marketing purposes.
Manage options Manage services Manage {vendor_count} vendors Read more about these purposes
View preferences
{title} {title} {title}