KUNXUSWA banke abafundi abaningcindezi yokungaphumeleli ezifundeni zabo zikamatikuletsheni ukuthi zikhona zezeluleko! Lokhu kuvezwe yinhlanagano iSADAG, ngoba kubonakala ukuthi abafundi bagcina sebethathe izinqumo ezinzima ngenxa yokungaphumeleli, ithuba lisekhona. Laba abalulekayo bayatholakala kulezinombolo ezisesithombeni.
Isikole samabanga aphansi Ingwe zizidlele amahlanga emculweni wamakwaya, eNewcastle
NGUTHISHANHLOKO uMnuz Sfiso Ngobese, uthishela oculisayo uMnuz Nhlamvu Buthelezi kanye nezingane zesikole. Isithombe.SITHUNYELWE ISIKOLE samabanga aphansi esisemakhaya esizinze endaweni yaseBhalanki...