Saturday, June 7, 2025
DONATE
PROFILE
  • Login
  • Register
No Result
View All Result
Izwi Lomphakathi Newspaper
ADVERTISEMENT
  • Home
    • Advertise
    • Rate Card
  • Community
  • Crime
  • News
    • Provincial
    • National
    • Politics
  • Entertainment
    • Events
  • Sports
    • Schools Sports
    • Club Sports
  • About Us
    • Terms & Conditions
    • Privacy Policy
Subscribe
  • Home
    • Advertise
    • Rate Card
  • Community
  • Crime
  • News
    • Provincial
    • National
    • Politics
  • Entertainment
    • Events
  • Sports
    • Schools Sports
    • Club Sports
  • About Us
    • Terms & Conditions
    • Privacy Policy
No Result
View All Result
Izwi Lomphakathi Newspaper
No Result
View All Result
Home Uncategorized

Kuxwayiswa umphakathi ngomkhonyovu

by Langelihle Chagwe
October 6, 2023
in Uncategorized
Reading Time: 1 min read
A A
0
Kuxwayiswa umphakathi ngomkhonyovu
Share on FacebookShare on Twitter

KUXWAYISWA umphakathi ngomkhonyovu odlangile eNewcastle! Kuvelile ukuthi amaqola afonela abantu abathembise noma abakhohlise ngendlela elula yokonga imali kanti ahlose ukubaqola imali yabo abayisebenzele kanzima. Ayikho indawo yokonga imali ngaphandle kwamabhange noma izinkampani semishukarense ezibhalisiwe , hhayi ombombayi abafonela abantu babakhohlise ngendlela elula yokonga imali.” Kokunye lamaqola afonela abantu abatshele ngamathikithi ashibhile ezindiza, amabhasi , aphinde abatshele ngezindawo ezishibhile abangalala kuzo uma beya emaholidini, bese bethi abafake imali ngokushesha ukuze bssizakale. Kokunye bayaye bakhangise ngezindali emaphephandabeni nakumawebsites bafake izithombe eziwubukhazikhazi kanti bahlose ukuqola abantu. ” Abanye bakhangisa ngamakhambi ezempilo bathi alapha izifo zonke baphinde bakhande izikimu ezizalisa imali, bathi faka imali ethize uzoyithole isiphindwe kathathu noma kane, ungalokothi wenze lokho baningi abantu asebe yizisulu zalokho. Xwayani khona abafika emakhaya banokhe bathi baqhamuka ezinkampanini zamaphepha noma zama magazine bazothi bacela iminingwane yakho ukuze uzoyithola emnyango, ungabaniki imininingwane yakho basuke befuna ukukuqola

ADVERTISEMENT

Abanye bafonela abantu abadala babakhohlise bathi bawine iLotto nokunye, bese bebatshela ukuthi abakhokhe okuncane ukuze babakhokhele umklomelo mbumbulu okuthiwa bawuwinile. Kokunye bakuthumelela umlayezo bazenze ibhange lakho bakufune imininingwane yakho yasebhange kanye nephini ngenhloso yokokuqola, ungalokothi unikeze umuntu ongamazi imininingwane yakho nephini. Abanye bakufonela bazenze abasebenzela izinkampani zomakhalekhukhwini bakutshele ukuthi uwine airtime thizeni bese bethi faka imali ukuze bakuthumelele yona. Bathi kokunye bakubuza izinumber ezithize ogcine uzishayela mhlampe ezintathu kanti bahlose ukukuphuca inumber yakho benze SIM Swap ngenumber yakho, emva kokufonela isikhashana emva kokukufonela inamba yakho ngeke isasebenza, sekuyengeyabo.Ekugcineni lezigebengu zizothola imilayezo yakho ebalulekile ngoba phela izobe isingena kubo, bese beqala bezenzela nakuma akhawunti akho. Abantu abaqikelele ubugebengu budlangile ngaphandle.

Langelihle Chagwe

Langelihle Chagwe

Izwi Lomphakathi Newspaper is 100 percent in IsiZulu and it was established immediated when the killer dicease Covid 19 plaqued the Globe. Publisher is an experienced Journalist with more than 21 years experience in the media fraternity. Publisher had worked for various newspapers such as The New Age,Daily Sun, Sowetan, Northern Natal Courier and other community newspapers. It aimed in promoting reading and to disseminate informatio or to inform the community at large about the news that is happening around them. It also aimed at promoting the culture of going back to basics and promote the reading using indigenous languages which is now fading. Going online will also help to educate, inform the public about news happening around them and nationally.

Related Posts

I-Hollywood Foundation inikele ngesamba esingu-R10million

I-Hollywood Foundation inikele ngesamba esingu-R10million

by Langelihle Chagwe
October 15, 2023
0
3

I-HOLLYWOOD Foundation inikele ngesamba esingu-R10million sokuphucula i-KZN Children's Hospital for Adolescent Mental Health. Lokhu kwenzeka mhlaka 10 October ngenkathi kugutshwa...

I-Hollywood Foundation inikele ngesamba esingu-R10million

I-Hollywood Foundation inikele ngesamba esingu-R10million sokuphucula isibhedlela i- KZN Children’s Hospital for Adolescent Mental Health Ward

by Langelihle Chagwe
October 11, 2023
0
3

I-HOLLYWOOD Foundation inikele ngesamba esingu-R10million sokuphucula i-KZN Children's Hospital for Adolescent Mental Health. Lokhu kwenzeka mhlaka 10 October ngenkathi kugutshwa...

I-KwaZulu-Natal isimi ngomumo ekubhaliseni izivivinyo zokuphela konyaka

by Langelihle Chagwe
October 11, 2023
0
3

UNGQONGQOSHE  weZemfundo KwaZulu-Natal , uNksz Mbali Frazer, uthi bewuMnyango sebekulungele ukubhalisa izivivinyi  zokuphela konyaka zikamatikuletsheni kulonyaka ophezulu! Uthe isiFundazwe i-KwaZulu-Natal,...

UNgqongqoshe wemukele othisha nabafundi emva kwamaholidi

by Langelihle Chagwe
October 11, 2023
0
3

UNGQONGQOSHE weZemfundo KwaZulu-Natal, uNksz Mbali Frazer, uthathe ithuba lokubonga nokwamukela abafundi nothisha emva kwamaholidi entwasahlobo! UNgqongqoshe Nksz Frazer uthe kunothisha...

Kudutshulwe abane abasolwa ngokuduna imoto yemali

by Langelihle Chagwe
October 9, 2023
0
3

KUDUTSHULWE  kwabulawa abasolwa abane abasolwa ngokuba ngonqondonqondo ekudunweni kwezimoto zemali eThekwini. Kuvelile ukuthi mhlaka 6 October 2023 , ekuseni, amaphoyisa...

UMeya woMkhandlu uMzinyathi usishayele ihlombe isinqumo seNkantolo ePhakeme

by Langelihle Chagwe
October 11, 2023
0
3

ubugwegwe. Uthe akakwazi ukuba umdlali aphinde abe ngunompempe kuloludaba. Uthe ukuxoshwa kukaSomlomo kumlimaze kakhulu emholweni wakhe. Uthe uMnu UMEYA woMkhandlu...

Recommended

Kundlule emhlabeni abantu ababili engozini yeloli la manzi

1 month ago
3
 Izikole ekuhlinzekweni ngemali yezinsizakufunda

 Izikole ekuhlinzekweni ngemali yezinsizakufunda

1 year ago
3

About Us

Izwi Lomphakathi Newspaper

Izwi Lomphakathi Newspaper is 100 percent in IsiZulu and it was established immediated when the killer dicease Covid 19 plaqued the Globe. Publisher is an experienced Journalist with more than 21 years experience in the media fraternity. Publisher had worked for various newspapers such as The New Age,Daily Sun, Sowetan, Northern Natal Courier and other community newspapers.

Associations

Category

Socials

Newsletter

  • About
  • Advertise
  • Subscribe
  • Contact
  • Terms & Conditions
  • Privacy Policy
  • Cookie Policy (ZA)

© 2023 Izwi Lomphakathi Initiative is offered by SANEF

No Result
View All Result
  • Politics
  • Municpality
  • Local Business
  • Provincial
  • National
  • Entertainment
  • Events
  • Schools
  • Announcements
  • Sports
  • Community
  • Letter
  • Crime
  • People
  • Local Heros
  • Food

© 2023 Izwi Lomphakathi Initiative is offered by SANEF

Welcome Back!

Login to your account below

Forgotten Password? Sign Up

Create New Account!

Fill the forms below to register

All fields are required. Log In

Retrieve your password

Please enter your username or email address to reset your password.

Log In
Manage Cookie Consent
We use technologies like cookies to store and/or access device information.
Functional Always active
The technical storage or access is strictly necessary for the legitimate purpose of enabling the use of a specific service explicitly requested by the subscriber or user, or for the sole purpose of carrying out the transmission of a communication over an electronic communications network.
Preferences
The technical storage or access is necessary for the legitimate purpose of storing preferences that are not requested by the subscriber or user.
Statistics
The technical storage or access that is used exclusively for statistical purposes. The technical storage or access that is used exclusively for anonymous statistical purposes. Without a subpoena, voluntary compliance on the part of your Internet Service Provider, or additional records from a third party, information stored or retrieved for this purpose alone cannot usually be used to identify you.
Marketing
The technical storage or access is required to create user profiles to send advertising, or to track the user on a website or across several websites for similar marketing purposes.
Manage options Manage services Manage {vendor_count} vendors Read more about these purposes
View preferences
{title} {title} {title}